Sub Categories

Ngangithi kuyoshaya lo nyaka nginomuzi wami, πŸ˜₯ ngiyabavuma ogogo benu shem.



Ayihlafune usis I chewing gum ubungasazi loba se washa isitshubo 😁😁
mxii yaz ngizam ukuthi lilale kahle

Indoda yangampela masizochama
uyizwa imemeza ipin isho nemal yonk esebank


Ikunyise i-Taxi Maths Ku Front SeatπŸš–Uze Ubuze Ukuthi ”
Abawu 4 Bathe Bangakh’??”

Uyazi adakwe umuntu aze anike uJesu i-nickname, ambize “Mjeswana”


Indoda ifana nentambo yescathulo ingena ezimbobeni ezining before ifasa ifindo
.


Nihambile nabantu nize emngcwabeni,sebefikile ekuhambeni abantu, into yokuqala nje abayibuzayo amajoyinti endawo. Abantu bezinkamba zikaFaro.

Umuntu Ngiyamdlalisa Ngimfakel I Ratex Akasavuki
Uzenza iGundane LonaπŸ™„


If your partner is pushing you away, 😏woza kimina, imina u-Away. πŸ˜‹ πŸ’•


Ushawe yi-corner le windi kuvele kubuye lonke usizi, usale usukhalela no-R350 wokhuvethe kanye nokuthi awusebenzi. 😭

Sisi wami ngenye imini ziyongena zilandelana kanje kini πŸ„πŸ‚πŸ„πŸƒ zizodla ummbila wakini, ngoba angazi anibiyi ngani


“Ingenile?” Ya.

“Ihleli kahle?” Ya.

“Ayikulimazi?” Ya.

“Uyay’feel(a)?” Ya.

“K’dala uyifuna ne?” Ya.

“Sure ingene kahle?” Ya.

Yoh! Abafana baseSportscene nemibuzo yabo uma ulinganisa i-tekkie.

– Whites : Boys And Girls
– Blacks : Bafana Namantombazane
.
.
– Whites : They Look Like Girls
– Blacks : Bafana Namantombazane