Boy:Baba umfana eskoleni ungbiza istabane
Father:Hawu awumshayi ngan ekujwayela
Boy:kodwa ubukeka emuhle
Sub Categories
Condom costs kab
save
This year it’s burning
put it
Me: searching on Google how to bath in 2 minutes
Google: hambo buza abantu bakwa Mkhize, Mthethwa nabakw Dube
Kuyashhhh Entambeni😌🎶Ugogo Uyashanyelaa Yashanyelaa Yashanyelaaa🎶
Udakwe uthi uyabona nanku u 5rand👀
Sondele eduze uth ayy 5rand ngempela lo🤔
Uthi uyasondela Buka phans isivalo Sika beer😢🙆🙆
Bathi ikorobela awusavele udliswe Yona nje, usuzitholele Wena yona Ku oven🍎
Gyz ngabe yiqiniso yini ukuthi PSL stand for “Pirates Still Losing”😂😂😂
Lotshwala bungibambe kamnandi buka manje nawe uyamamatheka snomondiya esimbi
Kuchazani ukuthi I don’t know ngesizulu and don’t tell me ukuth awaz
Uyaphi eRoomin yakhe ungekho ready for
, uyomosha ama Doritos ne Slap somunye umntwana
Kazi laba abahlale bethi baze balithwala idombolo isuke ikhona yini inyama yembuzi, ngoba alihambi lodwa lihamba nayo
Ilockdown izokufundisa ukuthi impuphu akuyona yokuwasha ama All Star
Majita…I cherry iyanikwa ifon bakit📱bes u lock🔒gallery.. messages,contact..phones Facebook n WhatsApp🙄🙄mayeybuz💁uth uykhohliwe
Asamb zax🚶…..
Lama fridge amancane aseduze kwe-till abekelwe ukuthi ningabulawa ukoma nisamile kulayini, awadayisi nhlobo. Nibovula niphuze.
Umona
US’thole kwakuyindoda ezihluphekelayo. Kwathi ngolunye usuku yakhetha ukuthandaza.
Ithi “Nkulunkulu ngiyahlupheka ngicela ungiphe nje okuhle.”
Nangampela uzwakale umthandazo wakhe kuNkulunkulu.
Amphendule u Nkulunkulu athi, “Cela noma yini oyifunayo, kodwa yazi ukuthi kukho konke ozokucela, ngizonika nomakhelwane wakho kuphindwe kabili.
Avume uSthole
Nangampela acabange ukucela imoto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba nezimbili. Ayeke!
Acabange ukucela ibus, abuke ukuthi umakhelwane uzoba namabili.
Ayeke!
Acabange ukucela uR5 million we lotto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba no R10 million.
Ayeke!
Athule, ecabange ukuthi angacelani nje.!
Abe esethi “Nkulunkulu ngicela ungikhiphe ihlo ( iso )elilodwa. Ezwakale esethi usuyokwenza njalo ke nakumakhelwane.
Ngikhuluma ngomuntu onomona akakwazi ukucela into ezomsiza ngoba ubheka ukuthi nomakhelwane wakhe uzoba nakho. Uncamela ukuphuma iso ngenxa yokuthi nomakhelwane awakhishwe omabili awakhe amahlo.
Akaphumeleli umuntu onomona kunalokho ulahlekelwa ilokho anakho.
Qaphela umona shlobo sami namhlanje!
Ungahlali nale msg idlulisele nakwabanye.
Ubaxwayise ngomona ungasizakali wedwa ngoba wangaydlulisa uzobe unomona sengzohlala phasi ngdedele ofakazi wangafakaza ngalendaba kyobe unomona ngcela inkosi ibusise enikzwile amen
I don’t know. Ngijolelwe umayfohloza wami ngafika simsebenzisa isgola ,ngathi suka lana wena ! awazi thina siyazigulela kungabe ngiyakuphihliza manje ukuthi ngihlonipha umthetho we social distance 😂