Sub Categories

Haa, laze lalikhulu ikhala lalengane engiyibona la,
ngathi kuvele kwafingqwa inqindi 🤛👊



At Psycad they say we should get enough rest and the lecturers tell us to make at Varsity you shouldn’t sleep three for more than three hours… kahle kahle nithi what must we do?

Ufake iGate le remote kukhambe igezi while u away🙄 ulale estradini angithi uRishi wena

“Nifuna kuphume esinye isdumbu?” Kusho uNgcobo bemfakele inyama encane emngcwabeni.


“Tshomi ndicela lateki ndandikuboleke yona”
“Ha.a chommy umama akafuni ndibolekise ngayo manje ucifa yeyam”

Umuntu akubuze ukuthi “Hhawu awusenayo inumber yami!”
lapho usaxakwe nokuthi ukhuluma noba🙆🏽‍♀️🙆🏽‍♀️


SENGYOZE NGIFE NGAYIQHUBANGA INTWALA NGEWISA


Uthi ufihlela mina I mali emabeleni akho mtase

Uzwe ngo Mandela sekamunya le bele lakho

Unyee nyiii

Uzwe isdudla sithi “I miss my other half”…
Yaz uz’buze ukuthi kanti lesdudla singakanani mase siphelele???

Ngicela usizo guys, ngifuna umuntu ozogada ugogo wami 👵🏽 ona-88 years. Lo muntu ngizomkhokhela R2 500 ngenyanga, ukudla ngizomthengela kanye nama-cosmetics.

Ugogo ubehlala nomalume, washona umalume. Wahlala no-anti, washona u-anti. Wahlala nomfazi kabhuti, washona umkamfowethu. Wahlala nomzukulu wakhe, washona naye. Manje bengimqashele omunye usisi, naye ushonile last week.

Ngiyan’cela baf’ethu, ugogo uhleli yedwa manje. 🙏🏼 🙏🏼


Ubuye Eksen Bathi Uyadelela😏
-Ubuye Ebsuku Bathi Uyazilawula😏
-Ubuye Emini Bathi Ubuyiswa Yindlala😏

Kanty mele Sibuye nini??


Beautiful girls can’t dance, but these ugly ones hmm.
Ba jaiva uze uhambe nabo nge mistake😔😞

Hmm ama Nazaretha ayaluthanda UCansiii

Nize nilufake ekhwapheni nj impela


Deshethoni abelungu bakhale bonke namhlanje ngifika emithingini ngigqoke ujini wami obizayo obhalwe ukuthi “salt”.
😂😂😂

Boy; do you like sweety summer or wintertime?
Girl: all that I do not like swty
Boy: then what do you like swty?
Girl; I like the airtime