“Lizbethe mngani,
–
Ngithi angikulobele le migqa embalwa ngikwazise ngesimanga esangehlakalela ngeSonto eledlule.
–
Phela ngangiphuma enkonzweni ngalolu nyanyavu engaluthengelwa nguThibhoz noMdelwa, ngadlula kulesi sitolo esidayisa izincwadi zamaKhrestu (Christian bookshop). Ngangiyofuna iBhayibheli elisha njengoba leli ebengilisebenzisa linamakhasi angasaphelele.
–
Nakhu-ke phela sengibona le bumper sticker ebhalwe ukuthi: HOOT IF YOU LOVE JESUS. Ngisithenge, kwazise phela ngangivuselelekile enkonzweni. Ngiphume estolo ngiyonameka le sticker ngemuva ebhuthini, qede ngingene emotweni neBhaybheli lami elisha.
–
Indaba phela seyenzeka sengifika erobhothini, ngifike libomvu, ngime. Angibonanga noma selishintshile irobhothi, phela ngangisathathekile yinkonzo yangalelo langa. Ngizwe imoto esemva kwami ihutha, ngivele ngewindi ngiphakamise isandla ngibingelela.
–
“Jesus Christ! Go, go! Just go!” kusho lo mlungu osemva kwami.
–
Ngajabula ukuzwa ukuthi uJesu uhamba phambili kule ndawo. Zonke izimoto ezazisemva kwami zase zihutha lokhu okumangazayo, kwangijabulisa ukubona uthando olungaka lwabantu bekhombisa ukuthanda uJesu. Ngaphakamisa isandla ngikhombisa injabulo, ngathi ngiphosa amehlo erobhothini ngalibona selibomvu futhi.
–
Ngezwa enye indoda ithi: “Sunny beach.” Ngabona ukuthi ungowaseThekwini, nakhona bayamthanda uJesu. Omunye umshayeli wangivezela umunwe ophakathi nendawo, ngabuza umzukulu wami uPapi owayehleli ngemuva ukuthi kusho ukuthini lokho. Wathi yi-sign yaseMelika esho ukuthi uJesu umthanda ngenhliziyo yakho yonke. Nami-ke angibange ngisapholisa amaseko, ngamvezela owami umunwe lo mlisa.
–
Ngabona bonke abantu bephuma ezimotweni zabo beqonde kimi. Ngathi ngithi nhla erobhothini, ngathola umbala uluhlaza. Ngabona kungcono ngihambe, ngaphatheka kabi nokho ukushiya abangani bami ngemuva. Ngicabanga ukuthi babefuna ukuzobuza ukuthi ngikhonza kuphi.
–
Ngathi ngiqeda kusuka nje, lashintsha futhi irobhothi laba bomvu, kwangiphatha kabi lokho ukuthi abangani bami ngibashiya ngemuva ngasuka ngedwa. Ngabona kungcono ngibavezele umunwe okokugcina, ukubakhombisa ukuthi uJesu ngimthanda kangakanani. Lapho-ke wavele waphela yinsini uPapi, ngicabanga ukuthi wayechazwa yile ndlela emnandi kangaka ye-sign language yaseMelika.
–
Ngethemba ukuthi ngiyophinde ngibabone labaya bantu abanomusa kangaka, sizoxoxa ngezwi leNkosi.
–
Yimina,
uTryphina”
Sub Categories
Asukume umntu omfitshan kung meeting at hi ngeke ngibe muse kakhulu
Nithi nisaphuza kamnandi aqale ke umuntu odlisiwe, “yebafethu ngubani onamaminutes?”
Isifiso sami ukuyeka insangu bese ngakha u two room onamakamelo aw5
Uthengele umuntu iCup ngeValentine, then two weeks later uyithole isiphakathi kwesaka leRice.
Asashonaph lama couple ayehlanganis amagama kanje:
Nqubeko +Zandile = Nquza🤔
Uze ungishaye nje uthi ngiyafeba wena ubanjwe abaphansi yini:-(
Him: baby vuka ngikuphelezel
Her: no baby lala ngishilo ukuthi ngzobuya month end😂😂
Ngitha ukuhlale ngizihlekela angithandi umuntu ongiphoxayo ngoba nam angiphoxi muntu engikuzele lana ukuzojabula ngoba ngizenge data lam futhi ngizophuma ngalo angilikweleti ilobude obukade ubufuna noma ngiyephambili
Mina: “Ngicela ukusala kulaba bantu abamile.”
Taxi Driver: “Uma behamba ngenze njani? Ngibalandele?”
Ukuphuzela endlini kuyinkinga, ngithe sengidakiwe ngathi kunkosikazi: “Faka inamba yakho la📱, ngizokufonela kusasa.”
👵:Makoti
👰:Mah!
👵:Thatha u cucumber ubonise ingane zamii kuthy waw’thola knjn umshado..🙄🤗
👰:Ohky Mah😊uthatha lo🍆um’bambe kanjer👌umufake la👄nice n slowly, in n out😋den shake it lyk a dice🎲😽
👵:Aii Makoti man🙆min ngisho I saladii unjan kan wEa🙄🤔
Umbona ngokubhala amapeks efika nje emzini umakoti ukuthi hhayi, kusazonyiwa😐😥
Sanibonani nonkhe layikhaya ngyajabula kutsi ningi kumele kulomuzi ofudumele kamnandi kangaka
The way kubanda ngakhona ungaze ukhumule I jacket ubheke iexpiry date ukuthi ayi expire-anga yini.
Ng’yashadelwa njalo ngesont’el’zayo!
Ng’cela ningang’phatheli izipho kepha ning’phathele umuntu eng’zoshada naye. 😂😂