Sub Categories

Ngithule ngatsi angiboni
But one day uyong bukela etulu
Nje nge TV yase tarven

Loading views...



Uxakwe intombazane ezokubuza ukuthi unayo yini imoto noma umuzi. Ubalekele emakhaya uthole ezothi unawo yini umhlaba nemfuyo. Damm Gold Diggers

Loading views...


Akekho ushothi okhuluma kancane yey ave anomsindo lama secret socks😂😂😂

Loading views...

Ungayithandazisi ingane ngenkani

uNyaa 9yrs ucelwa ukuba athandazele ukudla kwantambama kukhona namavisitor

“Nkosi nkulunkulu mdali womhlaba naku langikhona ngicela baba ungibuyisele ikhaya lami.

La ekhaya nkosi angisasuthi ngenxa yalezingane zo anti ezigcwele la kithi azidli mdali ungathi ukudla ziyaqala ukukubona amatoyizi ami aphuke wonke ngicela nkosi ukhulule izinyawo zabo bakwazi ukuya emakubo ngingakazaci

Ngithandazela nomama nkosi ake ahlukane nalemkhuba ayenza nobaba weposi embhedeni kababa,nobaba naye ngiyacela nkosi umenze abone ukuthi lento ayenza nalomfelokazi umaGcwensa ayilungile ngoba kwamali yeskole ayikhokhiwe uyidla nalomama ozilile.

Siza nkosi b4 ngiba istreet kid Amen wathi eqeda unina wayesequlekile uyise engasabonwa

Loading views...


Emhlabeni wonke jikelele.Heiy..
akekho umuntu onenkani ukudlula impohlwa.

Loading views...


Syayibona le khompy yakho yokuthi ubukwi maternity leave ja good.Kuphinde Kube ile yokuthi kade uhlezi endlini ukhothwa omaMlambo great.Yabonake kukhona le.. yabona le khompy engathi inkukhu enokhuphe.Le khompy esolisayo yokuzakhela, awazi noma bekade udlala ngoFlour noma uvuke emakhazeni ,uyathusa.

Loading views...

He posted ” Having fun in ma New Car”.. His brother commented.. Uthi ubaba buyisa imoto bathe uywashe kphela😪🤧🤷🏽‍♀️

Loading views...


Lillian uyaysanganisa
ngomuntu ongamthandi

SENZO:Engabe uyokhala
ku Mfundisi
Isishimane senkosi

Loading views...


“Ngizwil’isandla sakhe singithinta…” 🎤 🎶

Sexual harassment leyo, kodwa nathula ngoba bekung’God. 😕

Loading views...

English yami mayingakukhathazi mngani, mina ngikhuluma i-English Literacy hhayi i-Pure English.

Loading views...


*Imagine seeing your Ex Wyf in her new boyfriend’s car with your child, then your child sees you and shouts “Daddy futsek”*😅😅🤣🤣🤣🤣🤣🤣

Loading views...

Shhh… Ngiyakuhlebela, ungatsheli muntu.

Kuthiwa January ama-Facebook comedians azophunyelwa izimali

Loading views...

Bathi ubaba wakho umdala kodw makubuya ugesi ujabula nengane athi wabuyigesi😂😂😂

Loading views...