Sub Categories

Ufike uphe umuntu i-lift, nisahamba kanjalo nihlangane neMercedes AMG umuzwe esethi: “Uyabona-ke, nazi imoto zangempela!” 😕

Loading views...



Ngilahlekelwe iqhude elibuthuvi benja ne skhukhukazi esilubende engathi carpet, kamakhelwane bebengkhomba ngo galo, bengnayina

Loading views...

Nakhu uSipho uyaxoshwa emsebenzini bese ecabanga ukuvula ikhemesi nangempela ayivule aqashe abantu abawu2 ukuthi bamsize bese ebeka imithetho ukuthi “Mawulaphekile ukhokha uR1000 uma ungalaphekanga sikubuyisela uR5000 back” akubeke ngaphandle lokho njebhodi …. kuqhamuke iphoyisa lifunde langaphandle libone ukuthi iningi lemali angene ngaphakathi

PHOYISA: dokotela nginekinga yokungayizwa I taste yokudla engikudlayo

DR: basebenzi ngicela ibhodlela number 22 lapho .. phuza lana

PHOYISA : aphuze ( arghhh ) ungiphuzisa umchamo lona

DR: khokha ndoda sewukwazi ukuzwa I taste manjr uzwile ukuthi ngumchamo lo(likhokhe iphoyisa ..libone ukuthi libhayizile libuye futhi ngakusasa )
PHOYISA: dokotela nginenkinga yokungakhumbuli ebingikudla izolo ngisize (imambane le iyayifuna lemali)
DR: basebenzi lethani lelo bhodlela unumber 22.
PHOYISA: cha cha cha aii leli bhodlela layizolo lomchamo.
DR: khokha ngoba sewukhumbula ukuthi bewudlani izolo(likhokhe iphoyisa libone ukuthi libhayizile futhi phela lemali liyayifuna libuye futhi)
PHOYISA: dokotela nginekinga yokungaboni emehlweni
DR: cha ngeke sikwazi ukukusiza lapho bamba naku uR5000 wakho besho bemnika uR50
PHOYISA: hawu engani ngu R50 njr loo
DR: khokha ngoba usuyabona ukuthi malini lee ……..iphoyisa lavele laqaleka

Loading views...


We all have that kind friend who drink 2 beers and be like
“Unga worry ntwana angeke bakwenze nix”

Loading views...

Ubone umama onehlo elilodwa kodwa uma esexoxa umuzwa ethi angilalanga ngibheke ngawo womabili

Loading views...


He posted ” Having fun in ma New Car”.. His brother commented.. Uthi ubaba buyisa imoto bathe uywashe kphela😪🤧🤷🏽‍♀️

Loading views...


Ngenkathi ngisasebenza e-zoo ngaxoshwa ngoba ngingalivalanga isango. Ibhadi lami.
I mean, ubani owayengantshontsha ibhubesi?

Loading views...

👶Baba une phone call
🧔Ubani?
👶USbongile
🧔Mfana wam, omunye okhuluma kuze kushone ilanga ngizomfonela late Mangithola ithuba.

Loading views...

Everytime when my girlfreind has prepared a meal ukhipha i spice emabeleni asifake kweyami ngedwa iplate phela mybe si expensive …i love you bbe❤

Loading views...


Eish nekhand ngath single Kush min sengphuz itiye

Loading views...


Sendizixolisa nge tin ye Fish 🤦🏽‍♂️🍑ndilale indinqabele

Loading views...

MowUmnAndi 🍑🔥it’s either umUmbii or uneshwaPha finish

Loading views...


My White NEIGHBOUR has been standing on my fence shouting …… “Michael Wayne …. Michael Wayne … Michael Wayne” for the past hour. ……… Only to find out now that she was trying to say MAKHELWANE

Loading views...

first thing when i get to heaven ngiyobeka ama bag ami e roomini lami bese ngiyo shaya i 2 nyana no bra Jakob

Loading views...

Sesigqobhoze amakhekhe kaKhisimusi sinegundwane.

Loading views...