Sub Categories

Uma ufuna indoda enemali, cacisa phela ukuthi enamalini.



qiniso yini ukuthi u president ubanjwe I covid. Ngizwa la bathi kushiwo ezindabeni. Sewajova njeee, angalinge yini yena?? πŸ˜‚ 🀣

La ekhaya banenkani, bathi i-Ultra Mel izovulwa ngoNew Year! πŸ˜•πŸ˜’

Kodwa amaChoice Assorted neMayonnaise yavulwa ngoKhisimusi.

U Zenzo ngena e police station emanzi teeeee

Police ,,,,,yeyi baba wangena uthwele amehloπŸ‘€ sokutheni?

Zenzo ,,,,, ngifuna u msebenzi

Police,,,,, yeyi baba asila msebenzi lapha mbani othe kulomsebenzi ?

Zenzo,,,,,, ngibone I phepha elilifake e zitolo elithi ((man wanted for rape )) ngingawenza umsebenzi lowo


Ngimanzi nteee! Kade ngithelwa ngamanzi bengivusa sengiqulekile, ngizwa kuthiwa iEX yami ithenge amaTAXI awu6 namaGolf awu3 kanti basho amakhekhe

Uma ungyithandi ipp yami isho uzobona ikati elimnyama πŸˆπŸ˜‚πŸ˜‚


Buhle ububi kanti futhi bubi Ubuhle.
othethe umfazi omuhle uyajabula ngoba engazi ukuthi ufana lomuntu ohlanyele ama Grapes endleleni yezihambi uma esevuthiwe adliwa lobu ngubani.


Ugogo ubuya engadini, usifica sibuka Channel O kudlala ingoma Ibhanoyi. Usethi-ke: β€œHawu! Ngesikhathi sezindaba nithengelana amabhanoyi! Vula u-SABC 1, Njabulo.”

Ufuna umshado kdwa unendoda ey1😏suke wabon ban ewina ilotto ngenmbr eyodwa ,abafebe abantuπŸ€—πŸ˜‹


Kwathiwa esklleni asikhulume isngisi, uSakhile sukulonke belokhu ethi “wow”


When your husband does everything for
you he is romantic
*But wen your brother does the same for
his wife, udlisiwe

Thola iZulu/iNja dictionary uyogcina ukundlula kumakhaya anezinja


Wazonda umuntu ngenzeni kuwe bo okusalayo angilandaba nawe silima angiphileli wena apha emhlabeni

Make-up ifuna uyincedise kancane ngobuhle bakho, πŸ‘©πŸ½β€πŸ¦° ingasali ilwa yodwa ngathi uSamson ebhekene namaFilisti.