Sub Categories

Ngizama ukitshala ama curry leaves la egcekeni manje angazi kumele ngifake u curry ongakanani emhlabathini. Ngicela ningisize. (*Zwe, ekhathazekile*)

Loading views...



Saze savelelwa ugogo bamthengele iphone
wanyakaza ebusuku uthi wenzani ngizokushutha njalo👐

Loading views...

Maw’funa Ukudlisa Indoda Hlanganisa iNhlonipho👏 uThando❤ iSkhathi⏰ Ne Attention🍑

Loading views...

Engathi kuzomele siyoxolisa kuGogo kaLihle ngoba lokhu umuntu amhleka, izinto aziphindange zalunga.

Loading views...


Untshontshe isigqoko eskoleni kubizwe umhlangano Mawakho amane efike esigqokile

Loading views...

Kwabasebusika vesi 1:shiyani izingane zenu kogogo bazo beseniyofebake

Loading views...


CHRISTMAS HLAYA

Abaningi abazi ukuthi uDombi unkosikazi kaThibhoz wathola uMgwaja bengakashadi. Wayeneminyaka engu-16 uDombi ngenkathi umama wakhe eya naye kwadokotela. Wayekhala ethi uyagula uDombi.

“Yebo-ke mama, ngabe yini inkinga?” kubuza udokotela.

“Yindodakazi yami egulayo dokotela,” kuchaza umama kaDombi, “uDombi lo usenokuhalela ukudla esingajwayele ukukudla ekhaya, futhi usekhuluphele mumva nje futhi ungitshela nokuthi uzizwa engaphilile njalo ekuseni.”

Axilonge uDombi udokotela. Uthe lapho eseqedile, waphendukela kumama kaDombi wathi, “Angazi ngizokutshela kanjani lokhu mama, kodwa indodakazi yakho kubukeka sengathi ikhulelwe. Zine izinyanga uma ngibheka nje.”

“Ukhulelwe? Kanjani? Akakaze ashiywa yedwa nomuntu wesilisa! Ngabe ukhulelwe ngempela Dombi mntanami?”

Athi uDombi, “Cha mama, angikaze ngayiqabula ngisho ukuyiqabula indoda!”

Udokotela ahambe aye efasteleni, alunguze ngaphandle kuze kuphele cishe imizuzu emihlanu yonke. Ekugcineni aze akhulume umama kaDombi athi, “Ingabe kukhona okungahambi kahle dokotela, lapho ngaphandle?”

Aphendule udokotela, “Cha, akukho mama. Ukuthi nje ngesikhathi igcina ukwenzeka into enjengalena, kwavela inkanyezi empumalanga kanye namadoda amathathu ngaleya kwentaba. Angifuni ukuphuthelwa this time!”

Loading views...


Akubongwa Mngeh”👏Kusho uMandisa noNokwanda Bethelelana iSnefu

Loading views...


U-driver uma ethatha indlela esingayijwayele, sonke etekisini sikhipha ama-earphones ezindlebeni khona sizobona kahle.

Loading views...


Pastor : nkulunku unamandla 💪🏻💪🏻💪

Child :uGym naye yin

Loading views...

Utswe kgogo bosigo gao fihla kwa lona othole e le morobisi

Loading views...


Ngicela ungithumele ifoto yakho,
it’s not that ngikukhumbulile ngifuna kuyibeka ekhishini ngithuse amagundwane ngayo, ngincede pls ngiphelelwe i rattex.😃😂😁😀😊

Loading views...

Uyalava yini tarven ungari na Mali ni yedlela kuhibah loko seh hi dakwile

Loading views...