Engathi kuzomele siyoxolisa kuGogo kaLihle ngoba lokhu umuntu amhleka, izinto aziphindange zalunga.
Related Posts
Lento yokungabi noWife iyabheda. Ucabange wedwa ugcine uhluleka, kungene umqondo wempohlwa lo onenkani ongaphikiswa. Ngoba ungekho umqondo wesibili.
Umthande umuntu ugcine sewubiza inja yakubo ngo sbari usbari yini lo khonkothayo babe?
R10…iluzi kagwayi…niyazibona kodwa ukuthi senibhema isinkwa
Izilenda uma zihamba ziyi-group kuba sengathi iphakethe lama-vienna.
`Z’hlobo zami ngithanda ukubonga uJehova ngoba amakhaza angifice sengiqedile iSyllabus yokugeza umzimba wonke. KuJune noJuly ngizobe ngenza nje ama revision Continue Reading..
AWUYEKE UHLALE USIBALISELA ✋ AWUSUKUME ‘FEBE’ NAWE NJENGEZINYE IZINGAN😏
Kukhona abantu abakhuluma kakhulu sengathi baginya iradio enamabattery amasha noma bagwinyimpempe, kahleni bakwethu
Uzwe voice kamama wakho esesangweni usenza ama-fries 🍟 ka-R60. 😭
