Kwakuyilolu suku ngo-2016 mhla umalume efona ethi ubambe i-jackpot, ๐ kanti usho ujeke nebhodwe ayekuwine kwa-Boxer edansa.
Sub Categories
Uduke eMall uze uqonde kwi security uthi “Qagela kuphunywaphi”?
Indoda yangempe kumele ibene 6pack…
lapho yena uvithike njengosofa wase Saloon ๐ค
Munftu ahluleke kuguca athandaze for 2 minutes
Kodwa nge doggy style ulaster boma 30 minutes uma ete u shukela
Tax Driver : bangaki abantu kulo R100
Drunk passenger : nguMandela yedwa
My first time ngingena e DEBONAIRS NGATHI NGICELA UJEQE WE VANILLA BANGIHLEKA
Uzwe uthabo akhulumela phasi ema kulen kan thengisa ukatsu๐๐
Akshiye Umfana Usukwaz Uk’pheka Ngo2plate Wakubo Oshokhayo
PLEASE WAIT!!!!
Izolo ngidlule kwiATM kunemadlana ebengiyifuna. Uma ngifika kuyo okokuqala uthi, Please insert your card. Nempela ngilifafile. Uphindile wathi please enter your pin code, nalokho, waphinda wathi select the amount, ngakwenza nalokho. Kuthe uma sengikwenzile konke lokhu wase ungivezela amagama amakhulu athi :
THE TRANSACTION IS BEING PROCESS, PLEASE WAIT…
Ngivumele ekuseni ngithi kuwe, ukholo lwakho ulusebenzisile, wazila ukudla, wakhuleka kodwa ubona sengathi akwenzeki lutho empilweni yakho. Ngithi kuwe mana ungasuki, ngoba isicelo sakho sisalungiswa, Linda. Into engenze ngalinda ukuthi ikhadi lami bese liphakathi emshinini, nePin code sengiyifakile. Uma bengingajaha ngihambe ongilandelayo ubezothola izinto zami. Hhayi ngoba umthandazo wakho ungezwakali, hhayi ngoba ukuzila kwakho kungezwakali, hhayi nhoba ukunikela kwakho kungabonakali
But ukuthi nje , YOUR TRANSACTION IS BEING PROCESS wena okwakho ukulinda.
Musa ukusola, musa ukubona sengathi wena wadalelwa ukuhlupheka wait patiently because your prayers are being processed. Ungasuki eNkosini linda kuze kulunge. Ngiyazi sekunzima, akusemnandi kodwa uma sekubuya izinto zakho uzobe usuhleka wedwa. YOUR TRANSACTION IS BEING PROCESS, PLEASE WAIT !
Kuwe kukhulu okusengenzeka, basheshe bakudela, bakulahla kanti basazokudinga. Mngane mina as Selibona Nyaa abanengi bangazi ngamaJokes kuphela kufacebook, kodwa iqiniso yikuthi injongo yami is more than that. uJesu wathi esevukile ebonakala kubafundi bakhe wabayala ukuthi benze izizwe zonke zibe ngabafundi, mina lawe silomlandu wokuhambisa umlayezo kaThixo ezizweni zonke. Abazalwane abanengi bathi ifacebook yinto yezweni. Angeke ngibaphikise but mina angivumi. Izwi leNkosi vele kumele liye kulabo abasebuthakathaka, abasesemnyameni coz yibo abalidingayo. Uyabe umgezisani umntwana nxa engaba evele e clean kanti? Omelwe yikugeza ngongcolileyo, thus y loJesu wayehamba ebonakala engena ezindlini zezoni. Kufabeook ayikho leyodwa iPost eCopyright protected, there is no copying iStatus somuntu, its SHARING.
Ma ubala this message ungakaphendukeli eNkosini azi ukuthi iNkosi isikukhethile already, kusele nje ukuthi uvume. Ngokwenkonzo yebo mina ngingumpostoli, lawe ngikubizela ekukhanyeni okunjalo, kodwa wena ma ungayithandi le inkonzo ngikubizela noma yiphi inkonzo oyibona ikulungele, as long kutshunyayelwa ukuthi uJesu uyinkosi. Okubalulekile kimi ukuthi nawe uyithole insindiso.
Ngiyakucela ukuthi SHARE this status in yo wall and sizobonwa ngabanengi engingafinyelelanga kibo mina, izwi lokuphila lizafinyelela emiphefumulweni elidingayo.
ngendlela engithanda ngayo ukuncengwa i can’t
wait ukuba idlozi
Kusazonyiwa
Akunalutho impelo nje enzima ngithi ngyayiphusha ayii ayiphusheki
I Village yase Mzola neyase Dandanda zenza umqhudelwano (competition) yokuphuza utshwala, ukuthi abobani omakoya bokuphuza. One week before kuqale icompetion iVillage yaseMzola ithume uNyaa ukuthi ahambe ku Village yase Dandanda ayobuza if they are ready for iCompetion.
uNyaa ma efika khona vele athole kuphuzwa. Bemnikeze u 25litre wotshwala basemakhaya (amasese) uNyaa ashaye u25litre awuqede in 1 hour!!! Bamangale abantu base Dandanda ukuthi ukhona umuntu ophilayo ongaphuza 25 litres yotshwala ayiqede!!!!
Abase Dandanda: (babuza beyethuke kakhulu) “Hayi bo Nyaa, uphuza 25litre wayiqeda! Nawe are you part of iteam yase Mzola esizo compete nayo?”
Nyaa: (ezihlekel) “Cha chaa chaa bafethu, mina ngihluliwe kuma Primary Competition, I could not make it to the competing team”
Noma ungayivula yonke, ma ingazwakali ayizwakali nje. Ihlupha lapho ke iradio
Nibe nesilingo somuntu ekhaya:,Esihamba singasho, nokuthi siyaphi.
Kuphele izinyanga nonyaka.Abuye engathi akukaze kwenzeke lutho.
Angiboni ukuthi ngingayimela true love mina sengijwayele ukwenziwa islima๐ญ
Ngikubona konke nje, uyayicabanga kodwa i-pain ezwiwa yi-slay queen sakwaNgubane uma siyokwenza izinzipho? ๐