Uthole I report lakho lithi not promoted, uvele umbashe ngathi ispoko sivula ushare it

Loading views...



Her: BBY yini manje Lena elibe ingibandisa Lana eynqeni
Him: hau bby mfethu amasende mos lawa
Her: ayike faka konke phakathi namasende ngoba nawo ayagodola shame 😂😂

Loading views...

Boy – l luv u girl

Gal- awula girlfriend yini

Boy -ngilaye kodwa ngifuna wena

Gal- akwenzi ngabe ubungela nkazana

Boy- wena wake wahamba ukuyathenga impahla unqunu

Gal- Fainted

Loading views...

Otla swenkela ke ngwanyana wa meno
ao tlhakatlhakana nkare Sunday kos

Loading views...


Juss imagine dating a girl with a short hair bese niyophushana eBarber Shop

Loading views...


Umve esithi bekumnandi ke emngcwabeni
Kanti all along xela ukutya kwakhona

Loading views...


• You Can’t Be Ugly & Eat Simba or Lays..
Uthi Ama-Skopas Adliwa Ngubani?

Loading views...

Teacher: Junior njengoba ulate kanje namuhla ukhethani ukuthi ngikubuze imbuzo emihlanu elula, kumbe ngikubuze owodwa onzima?
Junior: ngikhetha owodwa onzima teacher,
Teacher: okay zingaki inkanyezi esibhakabhakeni?
Junior: 5000 teacher’
Teacher: ukuthatha ngaphi lokho?
Junior: sivumelane ngombuzo owodwa manje lowo omunye ngowani? Ngicela usuke emnyango ngingene.

Loading views...

White Parent :: You depend on me.

Black Parent :: Udla Mina, ugqoka Mina, unya Mina. 🐸

Loading views...


Ladies indoda inikezwa uthando qhaa.
Ofuna ikhekhe umbonise istove abhake.
Singaphelelwa osisi bethu.

Loading views...


Kubo-bonke laba abazitshela ukuthi ayikho into AbangaYazi,ubanike lowaLuma I aphula leli elikwi i-phone?

Loading views...

Umuntu ungamthand ngoba ubona sthombe sakhe
Saku FB cela ese ID
Mese niyabona nimisa kanjn

Loading views...


1. Ungakujwayeli ukukhansela izinhlelo ngokusebenzisa i-SMS okukanye ama-ama-instant messaging services.

2. Uma uzithola umile usubuka ama-street performers noma yikuphi, ubophosa phela okuncane (noma u-R2 nje).

3. Uma utshelwe imfihlo, uyigcine.

4. Uma ukwazi ukwenza something, akusho ukuthi yenza, zithobe.

5. Uma uzovakasha, bazise labo ozobavakashela.

6. Ukuxhawula kungcono kabi kune-autograph.

7. Uma unabangani abasha, ungakhulumi ngabangani bakho abadala.

8. Awuzikhetheli igama lesidlaliso (nickname).

9. Uma ushada umuntu, khumbula ukuthi ushada nomndeni wakhe wonke.

10. Ungalokothi ubuze umuntu wesifazane ukuthi ngabe ukhulelwe yini.

11. Ngosuku lwakho lokuzalwa, yiba nesikhathi nomama wakho, okukanye umfonele. Ngusuku lwakhe olukhulu naye.

12. Uma uvula isipho/izipho, khumbula ukuthi akekho othanda umuntu oqagela ashaye emhlolweni.

13. Uma usulidlulisile iphuzu obufuna ukulicacisa, yekela ukukhuluma.

14. Vuma uma usephutheni.

15. Uma ucele ukusiza, ungayeki uma umsebenzi ungakapheli.

16. Mbuke emehlweni umuntu uma ubonga, okushoyo akuphume ngaphakathi kuwena.

17. Ungaphenduli umakhalekhukhwini uma nihleli kwi-dinner table.

18. Zifundise ukuzixolela wena ngamaphutha akho.

19. Yazi okungenani ihlaya elilodwa okuthi njalo uma ulixoxa liqhephule wonke umuntu ngohleko.

20. At least funda ukupheka that one good meal.

21. Funda ukushayela imoto ka-manual.

22. Akukho okubi ngokuya kwi-movie theatre uhamba wedwana.

23. Funda ukubamba ulaka lwakho.

24. Yazi usayizi wezimpahla zomuntu wakho.

25. Funda ukuba yi-good listener, hhayi ukulinda nje ithuba lokuthi nawe ukhulume.

26. Uma wenze isethembiso, sifeze.

27. Uma kungukuthi usafunda, ubozejwayeza ukuhlala phambili. Soon uzohluka kwabanye, hleze nezinga lokuphasa likhuphuke.

28. Uphathele umama wakho imithwalo, naye wakuthwala izinyanga ezinti *ephakamisa iminwe eminti*.

29. Uyibekezelele i-airport security, benza umsebenzi wabo.

30. Akungakhuzwa wena ngomsindo during a movie.

31. Khumbula, izinsizwa/izintombi zithanda umuntu ogezayo.

32. Uyilokhu okwenzayo, hhayi lokhu abakushoyo.

33. Funda ukushintsha ithayi lemoto, ungabi u-cheeseboy kumbe i-slay queen.

34. Uboke uhlale nje nogogo nomkhulu, lukhulu ongalufunda kubo.

35. Ungalahli ngewindi emotweni, faka esikhwameni uze uthole indawo ebekelwe ukulahla udoti.

36. Uma unosisi/bhuti wakho, zama ukwazi i-boyfriend/girlfriend yakhe. Sometimes your opinion is important.

37. Yazi amagama okuyiwona wona eculo lesizwe.

38. Kungenzeka umdanso wakho awukho ezingeni, kodwa kungcono ukuzenza wena isilima kunokuhlala nje wedwa ebhentshini ubuka abanye bezitshukutsha.

39. Yiba namaphupho, zazi ubhekephi.

Ake ngime la muzi wakwethu, sengikhathele uku-typer…

Kwaze kwangisiza ukubuyela kwinsangu, bheka nje sengibhala izinto ezi-right kanjani! 🙂

Loading views...

Indoda yangempela igqoka usize 7 kuyaphezulu, akufuneki ubange isicathula nezingane, sokubona ugqoke amaback to school umdala izingane sezihambe nezicathulo zakho zodlisa kontangabazo

Loading views...

Nawe unaye lomngani ovele uhluleke nawukuzibamba mawumbona,
uvele uthi:”Nanka lamasimba”.

Loading views...