Ugesi💡
Amanzi💦
Ubaba wengane🍼
Yini konje okunye ok’hambayo ?
Loading views...
Ugesi💡
Amanzi💦
Ubaba wengane🍼
Yini konje okunye ok’hambayo ?
Loading views...
Uzwe isdudla sithi “I miss my other half”,
ubusuzibuza ukuthi kanti lesdudla kahle kahle singanani ma sesiphelele?
Loading views...
Uthi udunusile ulinde idog style kanti umuntu emuva kudala ewile ngomkhuhlane ka king Monata””’wayilibala🤣
Loading views...
Ukuba i stepfather sekusegazini angisabuzi nokuth unayo yin ingane
Loading views...
Nawe unaye lomngani ovele uhluleke nawukuzibamba mawumbona,
uvele uthi:”Nanka lamasimba”.
Loading views...
Lokuzishadisa kwenu abazali benu bengatholanga lutho ngani,
akuve kuyinkinga ngoba anive nizohlupha mase nidlulile emhlabeni.
Loading views...
If ubae wakho ukwatile,nawe kwata nibe yi skwatta Camp once
Loading views...
Yazi makungathiwa amantombazane awasithethise nge English singaphumula umsindo
Loading views...
Bafethu umakuphela icorona (covid-19) siya straight eChina sonke siyobathi *Bhuuu* ngentwala nathi sibashaye nge(Ntwavid-20)
Loading views...
Uma lina nangoDisemba, sizodesha ngayo le mvula.
Loading views...
Uthi usazihlalele kamnandi e beach wena nomndeni wakho kuvele kuqhamuke abantu bakwa zungu no zulu ne ntaba yewashingi
Loading views...
Magistrate : “Mr Dube do you know why you are here “?
Mtoliki : “Uyakwazi na ukuthi kungani ulapha “?
Dube ; Yebo Nkosi .
Magistrate : “so tell us your story .
Ayisuse ke uDube .
Dube ; “mina ngangizihlalele ekhaya “.
Mtoliki : ” i was just sitting at home your honour”.
Dube : ” Ngizihlalele nje ngingela ndaba ”
.
Mtoliki: :just sitting your honour “.
Dube : “ngizidlela isitshwala “.
Mtoliki: “just eating sadza your honour”.
Dube: “ngizitshebela ngedelele “.
UMtoliki wagagagagasa esazama ukucabanga ukuthi kanje idelele kuyini ngesikhiwa ,
waphendukela kuDube wathi ” Dube tshintsha isitshebo inkosi ilizonda kabi idelele ungahle uvalelwe “
Loading views...
Nekutsi u slender
Sema catalogue
Siva ngawe tsine
Sitibonela spikiri😂
Loading views...
Distruction Boyz
is da reason
why KZN got low %
Angith beniphezu komunye kufundwa
Loading views...
Imithetho Elishumi Nanye Okumele Igcinwe Yizivakashi Kulo Disemba:
–
1. Ungalivuli i-fridge lami ungafakanga lutho kulo ngoba asikuhlanganiselanga okuphakathi.
–
2. Uma uvakashile, fika no-plastic kanye negrosa, ucabanga ukuthi uzodla ukudla kwabani? 🤨
–
3. Uma uvakashile yisho ukuthi uzohamba nini, futhi usheshe uhambe ngoba sizogcina singasakuthandisisi.
–
4. Uma uvuka, cleaner ngoba asizwani namavila, kodwa uma u-cleaner ungashintshi lutho ngoba kayacika uma usukhuthele kakhulu.
–
5. Ungazithethisi izingane zalapha ekhaya, uma zi-spoiled khumbula ukuthi zikubo, uwena osuke kini weza la kubo.
–
6. Ungafiki namaCDs akho, lapha ekhaya kudlala ezethu izingoma kuze kuse, uma ungazithandi ungalokothi uzishintshe ngoba sizokubuka kabi maqede sikuxoshe.
–
7. Ungayi njalo e-toilet ngoba asizwani nephunga esingalijwayele kanti futhi namanzi ayakhokhelwa.
–
8. Uma sekuzofika izinsuku zakho zokuhamba uqikelele ukuthi imali iphelele ngoba asinayo eyokukugibelisa uma usuphindela emuva, asikulethanga futhi asikubizanga.
–
9. Ungabi nabangani ozobathola ngapha ngoba isigcino uzobavakashisa lapha ekhaya kanti kwawena uvakashile bese uba nesidina more.
–
10. Nge-New Year’s Eve kumele kuhlukanise ingoma kaLokhuza, uma kungenjalo sonke sizo-complainer. Ukhozi FM sizolucisha uma kuhlukanise ingoma esingayifuni bese sidlala uLokhuza ngefoni, wena-ke waphuma eceleni ungaphinde ubuye lapha ekhaya ngoba uyaphapha.
–
11. Ziphathele i-charger yakho kanye nophaqa, bonus points uma uziphathele ne-adapter plug. Sizozwana.
Loading views...
When uu jst told Bae dat “mina nawe sizofa silahlane”
then uu start coughing nn feel headache
Loading views...