Ukhona kodwa umndeni oseke waya kohlola kwafike kwathiwa: “Hhayi, amadlozi ahleli kahle, futhi asuthi,
nina nje nixakwe izinkinga zomhlaba.”?
Loading views...
Ukhona kodwa umndeni oseke waya kohlola kwafike kwathiwa: “Hhayi, amadlozi ahleli kahle, futhi asuthi,
nina nje nixakwe izinkinga zomhlaba.”?
Loading views...
Nawu umyalezo engiwbhekisa kulamajita eshleli nawo emakhaya esingasebenzi, ngzocela siphume sphathe zonke iykhali esnazo sbhekise amabombo ethu eNtuzuma kulomfa ekthiwa u LUH. Uyajwayela llomshana akayazi induku akahloniphi kfanele simshiye enabile khona ezohlonipha oMalume.
Ayhlome ihlasele
Loading views...
Welcome to South Africa
Yazi abantu bayakhuluma, uye emzini ufike kuyiskhathi sedinner bakuphakele ukutya nawe udle
Nkinga ila walinge nje wadla fast kuthiwa tjoooo ebeselambe kakhulu , udle kancane kuthiwa uyancakuza njenge Kati, fine kwenzek ukudla ungakuqedi baphinde bakhulume bath”wakushiya ucabanga ukuth kuzophindwe kudliwe wuban?” Usukuqedile ke baphinde bathi ubethwa yindlala.😂😂
Loading views...
If Wake Wamemeza Ibhanoyi ukuthi Alikphathele Amaswidi🍫🍬🍭 Syabizwa E-Äirport Sezifikile Izinto Zethu😹
Loading views...
👦:Bbe ngizokubona nini ❤️☺️
👧:Haybo angazi amehlo awakho 😅
Loading views...
Usthathaph isbindi
sokuhleka ungaxubhile
yaz njalo nina
Loading views...
Intokazi ekhulelwe ingena etekisini yagaklaza isicabha.
Taxi Driver: “Ukube nalawo mathanga wawavala kanjalo!”
Loading views...
Dr umfaba wani Lana ugwinye I memory card
Socule tonke tingoma sita Dr sekusele kancane kafike ngake kuma video Dr yooo😃😂😁😀😅
Loading views...
Nase Durban sicela iMall of Africa.Uma ingekho indawo nisuse noma iLamontville🙏
Loading views...
Mbali : Babe where is the remote?
Mlungisi : Kaizer Chiefs
Mbali : Where?
Mlungisi : On top of the table😂😂😂😂😂
Loading views...
Uma nje nkosi yami ngingazitholela intombi eythandayo, esebenzayo. Futhi ezihloniphayo. Angiyifuneli izinto eziningi bakwethu, ngifuna nje ukuyiququda, nami Kade kwasa bengiququda. Nami ngifuna ukuyiququda nginga phazanyiswa muntu.
Loading views...
Analysis tym.
Ngokubona kwakho ngubani omdala phakathi kwakeli khehla le KFC laleli lakwa Grandpa?
50 mks
Loading views...
Welcome to eMlazi where ikhadi 💳 logesi lithi 0.00 kodwa ujeqe nobhontshisi uyabhadla estofini
Loading views...
Uban isikhokho la?….UGirl ungena eTekisini 😅😂..
–
GIRL:”Mlazi”?
DRIVER:”I-taxi le,uMlazi wenzeni? ”
GIRL:”Yooh! Aii,bandla.”(agene)…
–
DRIVER :”Uyakuph sisi? ”
GIRL:”Ngiya eBack seat. “(Agaklaze iscabha )..
DRIVER :”Ifriji lakini ulivala kanje nalo? .noma uxhaphaza mina? “..
GIRL :”Angikaze ngilivale ngingaphakathi, ngyaxolisa.imalini i-Taxi vele? “.
DRIVER :”Angiyaz ngisho i-deposit. Yin sisi? Usufuna ukuba i-owner yin nawe? “..
–
GIRL :”(akhiphe uR20 odabukile).
DRIVER :”Imali enjena ngzoyenzani mina? “..
GIRL :”Ufuna ukuyigqoka yini? Uzoyithunga phela. “..
–
After a while. ..
–
GIRL :”Ungishiye kulababantu ababili abamile .”…
DRIVER :”Uma behamba ngenzenjani? “..
GIRL :”Ubalandele. “..
–
Looool😀Aii abany abant 👀🗣��…….hlekisa abanye nawe ungahlek wedw a😂😂
Loading views...
Umama wami uyisangoma esikhuluma isingisi uma ethimula uthi “it’s you”
Loading views...
So she posted
I cannot marriage a guy , who’s not education
Ake nimshayeleni izandla
Loading views...