Usthathaph isbindi sokuhleka ungaxubhile yaz njalo nina
Ayangixaka AMA 2000🤔lifike lizithuthe lijike lizifihle ubuso nge emoji…….”Yin’ndaba ukhohlwe ukufaka I makeup yin??”🤷♂️🤷♂️
Angilwi!! Ngicel ukbuza kulaba abanempandla if begeza bayigeza kanye nekhanda or kanye nobuso
Angikho happy ngeSpeed sePhara uma likuphathise izimpahla. 😓🥺
Unamansense abhalwe ukuthi ichophe aligqemi lah🤣🤣🤣🤣🤣
Aybo ngisizeni ningiphe ispelling saThekhe as in like ,thekhe of urself
Uthi unendoda into engaqeni kuthi iyi Journalist kodwa anakaso nesitifiketi saMatric
Umona uwubona lapho umuntu ejikijela izinja ngamatshe uma ezibona zikhwelana. Hhayi bo! Eyodwa yalezi zinja yi-ex yakho yini?
🧓🏾:Makoto!!! 👰: Mah!!! 🧓🏾: Phuma Ubone intombazane engiyithandela indodana yami.
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *