Ukuphuza igazi likaJesu kuzwakala njengobuthakathi kimi.

Loading views...



I Wonder How It Feels To Be
.
Winnie Madikizela Mandela😟
.
Everyday Bona Ex Yakho In Your Wallet 😅

Loading views...

Ngisemcimbini womjita abamenzele umhlonyane kubo ngoba yena uphuza i-Brutal, Bernin neStrongBow.

Loading views...

WALALA WABHEKA PHEZULU😒☝IBELE LANGENA EKHWAPHENI😲✋✋

MY CISTER LET ME TELL YOU…GAME IS OVER

Loading views...


Ngendlela i-data ebiza ngayo la eMzansi, kushibhile ukugibela itekisi uyokhombisa umngani i-video kubo kunokumsendela yona kuWhatsApp.

Loading views...


I CORONA engabe iyasho nje ukuthi ifuna abantu abangaki, siyinike obaba bezingane abangazondli

Loading views...


Lento oyibiza ngendoda yakho ifake uDye oBlonde😓 ekhanda ci ai uzoba strong ngane yabantu

Loading views...

Nywe nywe nywe ” You stole my post ” voetsek we have differnt friends , my friends need to laugh too

Loading views...

Me: sawubona driver..iyaphi itaxi
Him : yebo…jozi 🙄
Me: malini itaxi.
Him :angiyithengisi bhuti 😏
Yhuuu omageza so rude

Loading views...


Lama fridge amancane aseduze kwe-till abekelwe ukuthi ningabulawa ukoma nisamile kulayini, awadayisi nhlobo. Nibovula niphuze.

Loading views...


Sithandana nomama bezingane zabantu.OMama bezingane zethu bathandana nobaba bezingane zabantu😄
Amanikiniki ongeke😂 uwaqonde😂

Loading views...


Lol yaya i pain yokuthi uyovakashela umnganakho uthole avale umnyango uthi uyakokoda

Uzwe athi ng’jamela lapho mngan sengyaqeda,,,,,,,,,, vele uzwe nge tone 😨🗣 ukuthi kubi

Bese naye u guy aphume ngana lips a colour coded💋

😂🤣

Loading views...

Gals are size 28-32.
Lokhu okunye omama be Stokvela

Loading views...