Mase befika ngeBus yaseRes, behla befake amaHeadsets ungaze ufunge kuthi abadlali beReal Madrid ukuytshela
Related Posts
Umona uwubona lapho umuntu ejikijela izinja ngamatshe uma ezibona zikhwelana. Hhayi bo! Eyodwa yalezi zinja yi-ex yakho yini?
Igama lakho ngu Zakhele mara usalwela ama-RDP🏡🏡🏡😅
Wena nomkakho niyagula. Angazi ubani owathelela omunye noma uyena owasuka nakho kubo. Kodwa engikwaziyo nigula ukugula okufanayo. Anive ningasigcini isikhathi.
Bese kuba yilaba uma kuthiwa umuntu ushonile bathi: “Ubenani?” Nisuke nizomvusa yini? 🤔 Kahleni bakwethu.
Ngicela ukubuza kuwe ntombi yami. Kufikaka kanjan kuwena uma bengibiza ngesishimane?🙄
Mxm😏 Yazi ngibone sengiqendile ukugeza🛀 ukuthi angiwathelanga amanzi
PIN (Personal Identification Number), akusiyo i-PIN number. So, after uthe PIN vala umlomo.
If unenkinga Nam khulum uyek ukfela ngaphakath njengemoto
