Sub Categories

Uma kungathiwa wonke amadoda aya empini,mubheka nje ubae wakho angabuya empini??😂😂



Teacher to learner
TEACHER: Why are you late?
BOY: The bus didn’t want to be famous
TEACHER: What!!!!
BOY: The bus didn’t want to be famous
TEACHER: Say it in IsiZulu
BOY: Ibus ibingafuni ukuduma!!!

Uma nje nkosi yami ngingazitholela intombi eythandayo, esebenzayo. Futhi ezihloniphayo. Angiyifuneli izinto eziningi bakwethu, ngifuna nje ukuyiququda, nami Kade kwasa bengiququda. Nami ngifuna ukuyiququda nginga phazanyiswa muntu.


The way kubanda ngakhona ngicabanga nokuya kasathane👺ngiyo wothela lomlilo🔥 bese ngiyabuya

Ngithe umcimbi ungo13h00 la kuzophuma khona izithebe.
Ngizosi thathaphi esakho njengoba ufika ngo 17h00.


As Long As You Don’t Make Peace With Your Man’s Financial Position🍑🍆

Usazonya Umpipi, You’ll Date The Whole Country For Money😏


Good girls do science
Smart girls do Commerce
Bad girls do tourism angith bafuna ukuhamba wonke umhlaba befunana namadoda!!

Relationshipically ngiku Life Support nakhona odoctor sebefuna ukucima imshini😭😭😭


Unopete ngo2020? Mniken iwheelchair yakhe uchairperson loyo😂


Mina: “Sawubona bhuti, ngisacela ukubuza ukuthi angakuphi amatekisi aya eThekwini?”

Taxi Driver: “Weeee Jabulani! Ikhona inyama yenhloko kuMaMkhize namhlanje?”

Mina: 🚶🏽

Selokhe kwaqa amakhaza khaza awasekho lama post
Athi amadoda yizinja


“Ngizokuthanda kuze kubuye uJesu.”

Nivele nihlukane 💔 kungakabuyi ngisho umalume oseGoli.

Usho ukuthi njengoba ujola nesangoma unukelwa impepho 24/7. M sure whn ur doing it kugcwala amafu yonke indlu le. Uthwele kanzima phela.wena.