Sub Categories

Azipheli ezibuhlungu sekuphinde kwashona ilanga πŸ˜‚πŸ˜‚



Izolo bengivakatshele kwelinye isnoto le Pentecostal
lezi ezabo “Man Of God”. Kufike isikhathi sokunikela.
Eduze kwami bekuhlezi enye indoda ebonakala
idatshukelwe kakhulu. Basukuma abantu bayanikela.
Lale indoda ebonakala ihlupheka yasukuma yayanikela.
Ma ihaba izicathulo zayo zibhobokile phambili, zihamba
zivuleka isola ithi khwapu, khwapu, khwapu. Ngibone
bonke abantu beyibheka lindoda, lomfundisi wayibheka
ngamehlo alosizi waze wehlisa inyembezi u Man Of God.
Ifike yanikela ngokuncane ekade ilakho lindoda yabuye
yayahlala phansi. Ithe isihlezi kwathuleka duu esontweni
abantu bebheke lindoda umfundisi elokhu ehlengezela
inyembezi. Umfundisi wabe eyibiza eyisa phambili, labantu
belokhu beyilandela ngamehlo. Ithe ifika phambili umfundisi
wakhipha ama pile angu two awama US$ esikhwameni sakhe
akade ebotshwe ngamarekeni. Ibandla lonke lamkhangela
u Man Of God latshaya izandla yena esakhipha imali
esikhwameni sebhatshi. Uthe eseyikhiphile ama pile amabili
abotshwe ngerekeni umfundisi wayibheka lindoda wathi:
“Mfowethu ngizwa ukudabuka okukhulu ngendlela okhanya
uhlupheke ngayo” Wakhulula imali umfundisi wathatha
amarekeni lawana wayinikeza indoda wathi:
“Thatha nanka amarekeni mfowethu uzabopha izicathulo
zakho zingahambi zisithi khwapu, khwapu, khwapu”.

Ungazitshela ukuthi ucashe uqedile njengoba ufake leyo mask πŸ‘Ί , kodwa lesosiphongo ngiyasazi.Esakho.

Ize yamlumake umfundisi inja ekhaya enqena ukuthi voetsek uloke ethi ”
ukthula enjeni”πŸ™„πŸ™„πŸ™„


Ama 2000 awazi ukuthi uBlack Coffee and Black Motion are Brothers uSisi wabo u Amanda Black, then uPitch Black ubhuti wabo omdala. Bonke labantu bazalwa iBlack Mambazo futhi ibona abafika neBlack Friday..


Hello hrllow Snothova. Kwazisholo umagugwana efuna ukuthi it not over


Mantombazana ngicela ningibuzele kulabo bhuti be straight-back ukuthy yin inkinga yabo…..ngoba no usher akasawendzi lama simba no jub jub imbala. .

My sister please match your make up with your neck
you cannot be Khanyi Mbau and Celia Kunutu at the same time.☝


I wonder kuyokwenzekani mhla uMazwi athola ukuthi nathi besiyazi lendaba ka Rorisang😌

Senzo Mteshane:Shuth nathi sizinja


πŸ‘©β€πŸ¦³:Haiybo Spha, Makhelwane, usuyahamba sesiphakaπŸ›?
πŸ§”:Lutho anghambi neze, Ngyolanda isitsha sami sincane lesi.


Majita, njengoba kuthiwa siyizinja, mina nginguBobby, wena ungubani? πŸ€”

Umtana wenyaope zimshayile strong ungena Kubo uthola ityma lakhe lihleli naye wahlala phambi kwalo wabheka phansi uthe Uma evusa ikhanda wambona wathi haw mntomdala konje ngikwazelaphi?