Sub Categories

Basebenza ngenye Indlela labobaba. Uyazi ukuthi ama Phoyisa asedidekile ngempela kwawona. Afike kwi scene abuze kwenzekeni, nichaze nisho nokuthi animazi umuntu owenza lento. Aphinde abuze “akekho umuntu enimsolayo”?, nilisho igama. Ekugcineni anibuze ukuthi ninabo yini ubufakazi. Kanti ubani othi asisho esimsolayo. Ubufakazi futhi??

Loading views...



Ubbe wami ngiyasola udayisa ngiyasola udayisa ngezinyoni 🐦🐦ngoba ku4n omunye umjita wabuza ukuthi isesekhonan leyonyoni🤔

Loading views...

Sengingaqala ngizisho igama nesbongo kulo sisi oncike kumina e taxin 🚐 noma ngithi ukulinda kancane 😋🤔?

Loading views...


Ikushaye I exam uze ucabange kusukuma u invigilate

Loading views...


Ayikho neyodwa intombazane yaseMlazi 👩engenayo I Ex ye Pakistan 👳

Loading views...


Obunye ubukhwele bu serious
Guy: ungaphi babie
Girl: At the funeral
Nika isidumbu i phone

Loading views...

Ladies tell me, ukutshela umuntu okushelayo ukuthi ulomuntu wakho, yikumala yini lokho?

Loading views...

When you are single and happy and everything is going well in your life, uSatan avele athumele a boyfriend who’s surname is Mahlangu

Loading views...


Ababahle Abantu kuma Social Media weNkosi yami,
awubabone ngo inperson🙉🙉🙉🙉

Loading views...


Real relationships last 3-7 months loku
kwabo 3-5 years kunemuthi phakathi

Loading views...

Vodacom >>>>MTN 💝😌✊..!!

Angna Langa Lonke..!! At least Ka MTN Ikhona iHappy Saturday

Loading views...


Ungazitshela ukuthi ucashe uqedile njengoba ufake leyo mask 👺 , kodwa lesosiphongo ngiyasazi.Esakho.

Loading views...

Ukhiphe iWeave uzwe kuthiwa “Aibo kanti uMugabe akafanga yini😳😳

Loading views...

Haiy, abantu bayayithanda inyama. Senihlulwa nawukubona ukuthi akusilo ithumbu leli, inyoka engiyishaye ngitheza izinkuni. Ni busy nilokhu nithi ngilishisile lethumbu. Anisaboni nokuthi nidla inyoka. Yabona ukudakwa u tshwala futhi!!

Loading views...