Noma ngabe kushube kanjani bra wami, ungahlali estolo.
Sub Categories
Girls please, aniyeke le nto, iyiscefe. โ๐ฝ
Alright, kushโukuthi bengivakashelwe uZinhle lana wakwa-D eMlazi. Ufika nje ngephula uphuthu estofini, ngiqeda nje ukulโpheka. Ngase ngithi ngoba sekufike wena awusale usuqhubeka upheke u-curry, vele bese ngiyisikile i-beef.
Kuthe kusagxabha kanjalo estofini, wasukuma ethi uzwa usawoti ukuthi ukaleke kahle yini. Hawu, ngithi uzozwa ngesobho, uZinhle ndini wadumela iqatha! Maye! ๐ฒ Ngathula nje ngambuka, wabe esethi: โHhayi, ukaleke kahle .โ
Duku duku, wasukuma ethi uzwa ukuthi awakavuthwa yini amazambane, nakhona wabuya neqatha! Kodwa Jesu ungishiyelani! ๐๐ฝโโ๏ธ ๐ฒ Wathi: โHhayi, akukalungi.โ
Uthe esuka lapho waqonda efrijini lami lika-R2700, wakhipha i-apula lami wazolala phezu kombhede wami WALINAPHAZA. ๐ช Uyezwa ngithini? Ngithi walinaphaza! Uthe esesukuma wathi: โHhayi shame, uma ingakathambi le nyama ngeke iphinde.โ
Wavula waphinde wadonsa iqatha. ๐ญ ๐ญ Weeeeee! Ngivele ngaphumela emnyango ngigijima ngafika emva kwendlu ngahlala phansi nganaba, zavele zehla izinyembezi.
Ngimalile, angeke ngiphinde! ๐ญ
Udakwe emngcwabeni uze uvule ibhokisi uthi: “Walala wasala, wavuka s’yabaleka!”
“Yisona isikorobho lesi?”
Kubuza iSivakashi siphethe ithawula lam lokugeza ngenduku yomshanelo
Usho ukuthi njengoba ujola nesangoma unukelwa impepho 24/7. M sure whn ur doing it kugcwala amafu yonke indlu le. Uthwele kanzima phela.wena.
Nezitolo zama make up ziyavalwa ngzonihleka ngize ngicashe ngamasosha ๐๐๐
Bampintshane ebackseat yeskwele sdudla sjive fake buso bakho ekwapheni laso
Asibonge i RG umsizi wabo bonke aba ncancathekile ku le lockdown
phambili RG phambili
๐ป๐ด๐ถ๐ป๐ฒ ๐ป๐ฑ๐ผ๐ฑ๐ฎ ๐บ๐ถ๐ป๐ฎ ๐ธ๐๐๐ต๐ผ ๐๐บ๐๐ป๐๐ ๐ฎ๐ฏ๐ฎ๐บ๐ฝ๐ต๐ถ๐ธ๐ฎ ๐ธ๐๐๐ฒ ๐ธ๐๐ฐ๐ต๐ถ๐๐ต๐ฒ๐ธ๐ฒ ๐๐๐๐ต๐๐ฎ๐น๐ฎ
Angisalwanga kanje ngiphupha amaphara entshontsha uMhlaka 1 June 2020 ๐ข๐ข
Akelisho, lezingane zeSkole zango 1976 beziyaphi eSkoleni kwiholiday?
Ubani onale movie yendoda egqoke i-jacket emnyama ephethe isbhamu?
๐ฉ๐ฝโ๐ฆฐ: โUyazitshela lo.โ
๐ง๐ฝ: โNgani oe?โ
๐ฉ๐ฝโ๐ฆฐ: โNje.โ
Wemantombazane, udoti muni lo? ๐ค
Yazi i-wrong i-Belgravia ๐พ bafโethu, ๐ bengithi ngicifela omunye u-girl ihlo ๐ ngavele ngazumeka. ๐ญ
Ksasa kune meeting yabantu aba rich e town ngicela ningboleke u R14 ngyozwa ukuth sbizelwani
Udle nomlungu umbone edla isishebo sodwa, ๐ awumkhuze ngizwe.