Brave you kill, brave you…
Ngiyadlala. Sbindi uyabulala, sbindi uyaphilisa.
Brave you kill, brave you…
Ngiyadlala. Sbindi uyabulala, sbindi uyaphilisa.
Uzoyibonake I ANC necorruption.Abanye bethu ngeke bawathole lamathuna ⚰️🤨
Unikwe ingane IOrange ivumelana nomah wayo etaxini ithi ihlubele mawuqeda lapho ikhale ithi livale.Sekubukwa wenake manje.Ubuyisela amakhasi.
Uyabona nje uZodwa nomshado izinto ezimbili ezihlukene.Kahle kahle ufanelwe ukupheka emcimbini nokukikiza.
Haiybo, Ladies
Utholwa abanjani lo beer ose glasin enihlezi nehla nenyuka nawo ema clinic🤔😂😂😂😂
Umbona ngokudla etekisini ukuthi shame baningi kubo
Bashonaphi labo bhuti ababesifica sizidlalela kamnandi, bafike bathi: “Sbanibani, uyamsaba lo?” Besho bekhomba umngani wakho odlala naye.
Uphendule uthi: “Angimsabi.” Qede babuze lo mngani wakho ukuthi yena uyakusaba yini, uma ethi akakusabi bese kuthiwa yilwani. 😐 😢
Ziphi lezo zinja ezazisiqhatha? 😡
Ngikhulile manje ngifuna ukuziphindiselela kubo.
Umfazi 💃 uyakhetwa njenge braai pack awuthathi noma kanjani ngathi uthatha idumpie ku cooler box
Ubani umthakathi wangakini? Angizwani namagwala mina🤔phendulani🤣🤣
Ukuthi unezingane wena uzele akusho ukuthi uyakwazi ukwenza isex. Uyakhohlwa ukuthi akuthathanga mizuzu mingaki ukuthi inkukhu ibeke iqanda.
Ungaze uzike inhlavu ekhanda ngenxa yentombi ekbeni ziziningi kangaka ku facebook bo
Le pain eniyizwa uma nikuma period, Nathi sizwa yin uma nisicela imali. 😭😭😭😭
Bangani bami, ake ningisize ningicebise la. Ngingavimba ngani ukuchiphiza izinyembezi njalo mangiqoba u onions. Sengizame izinto eziningi akukho okulungayo, meke nje ngaqala ngivele ngiteteme engathi ngiyingane izwa imoto ya-ice cream idlula ngomgwaqo. .
Njengoba ubusy wehla wenyuka ujola nabantu abanemali, mase bengasenayo wena 👉uzojola nobani.
Niyakhumbula ngithi I cants leave without him 😔♥️.
Well sengiyaliva bantase😣!
anajifanya haezi ruka mtaro ety miguu haziezi panuka lakn wacha ifike kwa bed