Sub Categories

Umuntu athi indoda yakho ikwenza islima as if eyakhe imenza udokotela🙄!



STRESS vs PAIN
Sometimes kubukeka ngathi kungcono ukuzwa istress kunokuzwa ipain kanti ingcono ipain kunestress,
Inkinga istress sigijima nenqondo kanti ipain igijima nenyama emzimbeni.
Ungcono umuntu ozwa ipain kunomuntu obhekene nestress. If uya kwadokotela uyawathola amaphilisi epain but awekho okuqeda istress.
Kubuhlungu ukuba nestress kodwa kubuhlungu kakhulu ukupretenda sengathi awnaso istress kanti uhleli nabantu abakhululekile.
Istress sikwenza ungalali kungekhona ukuthi ucefezelwa izinja zakamakhelwane, sikwenze ungadli usuthe i-aphetyt kuphele ispeysi sokudla, sikugqokise izimpahla wawuzigqoka eminyakeni ewu 5 endlule.
Nazi engizithandayo ngalamadoda amabili uStress no Pain, bathi
Asibheki ukuthi uzalwa umabani, asibheki ubulili neminyaka, asibheki ukuthi uphuma ekhaya elinjani.
Ungasibukeli kude isimo somuntu mangabe singakabhekani nawe ngoba kusasa kungawe.
Istress sibambelele kumaproblems, ungagxili enkingeni oyibonayo ukuthi ngeke isalunga but let it go, lungisa okulungisekayo. Ayikho ipain eyophela ungazange wazithunuka, qale uthunukale ukuze uzosinda

God is great konkekwavela ngaye singasuka kuye siyephi ngoba amazwi okuphila atholakala kuye unguye onguye phakade ngiyamethemba njalo uyasusa konke okungadingeki empilweni yami ayelethe ukukhanya uyakwaz okungifanele uyesula izinyembez ebusweni endlale indumiso kwameva yo ngisothandweni moy ongcwele thanks God ur a so wonderful


Whites: ATM
Zulu’s: Mshini
Whites: Hair clipper
Zulu’s: Mshini
Whites: Washing machine
Zulu’s: Mshini
Whites: Pencil sharpener
Zulu’s: Mshini
Whites: A beautiful car
Zulu’s: Mshini
Whites: Jacob Zuma
Zulu’s: Mshini
Whites:Pussy
Zulu’s :Mshini
.
Kante yini vele !

Obunye ubukhwele bu serious
Guy: ungaphi babie
Girl: At the funeral
Nika isidumbu i phone


Ngibulisa bonke abajola nabo Doctor ngithi “breath in”
Ngibulise abajola nama security ngithi “Vimba”
Ngibulise abajola no taxi drver ngithi “usdonse engathi uyasiyeka”
Ngibulise abajola nothisha ngithi “very good my girl”
Ngibulise abajola no cashier ngithi “plastiki?”
Ngibulise abajola nama poyisa ngithi “fakani okuncane”
Angibakhohlwa ke abajola eZion ngithi “khuluma moya”
Angibalibali ke abajola nosopolitiki ngithi kunina “ammmaaaaaaaaaandla”


Uma unamadoda awu 3 kuyaphezulu awusona isf*be ngoba uzidlalela istokfela samadod.. Usungahlukanisa ke seku December!!

Umnikazi wepulazi wayegulelwa ihhashi wabiza udokotela ukuba azolixilong uma lingasindi lizobulawa emva kwa 2 days
Imbuzi yezwa lamazwi yaphatheka kabi yaya ehhashin Ngosuku lokuqala ilicela ukuba lizame ukutotoba,lahlulek ihhash
Ngosuk lesibil labonakal ihhashi litshakadul
Ihhashi laya embuzin liyobonga ngokuyeseka ligula..umnini we pulazi wamema abant kuzobungazwa ukuvuka kwehash Kwabulawa imbuzi


Njengoba izinsuku onyaken ziwu 365 angkholwa nje ukuth sonke la sigeza 365 days… Mina nani bangani sishaya la ko 120 days ngonyaka


IMOZULU kaJANUARY
Liza kuthi gqwa gqwa ngeeCent ezimbalwa kwiBank Account eziliqela.
Ngenxa yalaa msinga weStationery neUniform kothanda ukufudumala phaya koShoprite nooSpar, lide linwenwele phaya koJet, koPep nakoWoolworths, ngenxa yamaxabiso.
Liza kukhuph’iintlanzi emanzini komatshonisa nakwiz’kopari, ligqatse emiqolweni ukuya kwiAA namanqina.
Linamaqhwa kwitarvern nakoSpur, ukuya koKFC, koMcDonald naphaya koFood Lovers. Uyacetyiswa mbukeli uzigulise uthi unesisu.
Kulindeleke ingqele kwiiWallet neeBra zomama, andisathethi ke ezibhankini liya kuqhaqhazelisa amazinyo zii-overdrafts.
Linomoya okhatshwa zibhotile zamanzi phaya kwiiFridge neekhabhati till next month.
Xesh’elimnandi !!!

Uma ubabazala emutsha kuWhatsapp uzabona
08:30 typing…
09:00 typing…
09:30 typing…
Wena ngaleso iskhathi suyethukile usuzibuza ukuth kanti lomfazi uhambe wayaceba yini kibo angathi ubabazala ubhala amagama anzima
Then ngo10:00 uzabona imessage ingena ” salubonani mokhenyan linjuna lemulu”


Ngokuvakasha nje kwaSisi wakwa makhelwane ngalamaholidi sewuphuma ngesudi ukuyokha amanzi empompini… Why u doing that bro???