Sub Categories
Bongekile Ungena Police Station Ubona Sthombe Odongeni Sbhalwe “Wanted”
•
Bongekile : Isigebengu Lesi ?!?
Police : Yebo
Bongekile : Manje Niyamfuna ?!?
Police (Esholo Phezulu) Yebo Uyaz Singamthola Kuphi ?!?
Bongekile : Angmaz Nokmazi Bengfuna Ukbuza Ukuthi Animubambanga Ngani Ngenkathi Nimushutha.
The Way Omnandi Ngakhona U Facebook Ngihleka Ngize Ngikhohlwe Nokuthi iNtombi Yami Ingenza iSlima
Izolo sdakwe🍺🕺 saze senza ibraai 🥩🥓kodwa masvuka imvu
🐑
isaboshiwe ☝️nkinga uSpoti🐕 asimboni🤷♂️
Uvike impama👋 ka mah wakho avele awe
🤷♂️
Avuke😭 afonele ubabawakho, omalume bakho, nomkhonto Wesizwe
🗣️Athi”nangu Engibulala”
(Phone call)
GLORIA: “Ingane ikhalela ibhayisikili.”
–
MDELWA: “Nikuphi?”
–
GLORIA: “Sise-Shoprite.”
–
MDELWA: “Sukani phela ngakumathoyizi, iyani ngale ngakuma-braai pack!”
Ukhaphe umngani eya kwintombi yakhe, bavele baxabane, uzwe intonjana yakhona seyithi: “Hamba nalo mngani wakho onekhanda elikhulu!”
Hhayi bo wenja! Ngingenaphi mina manje?
Omunye Umbona Ezihambela Kathi Le body ayiwazi ama Corn Flakes
Njengoba ufuna umshado nje, ungakhohlwa ukuthi lapho upheka ngisho usuthi. 😐
Ukuphuzela endlini kuyinkinga, ngithe sengidakiwe ngathi kunkosikazi: “Faka inamba yakho la📱, ngizokufonela kusasa.” 😭 😭
Ibhodwe elino mshudo ngaqala ukulibona kwa “Dlamini”
“I Love You” is enough!! 🙌🙌Labo Deeper than the Ocean ke angazi abani bakithi, muntu sengaze lunywe oshaka 😂🤣
Angilele ngiyacabanga la, why ilayisi libuya linjalo uma uhlanza kodwa ube uhlafunile?
Umuntu amemeze uDuduzane ilanga lonke, then later usefuna ngimlande. 🙄
Akanamoto yini uDuduzane?
Omunye selokhu waluka mhla ka-16 Disemba, umluko unuka i-braai nama-cricket.
Majita ibiza R35 i-necklace kwaMr Price, iyo-rustela kuyena!
Uma ugogo wakho engakubuzi ukuthi usudlile yini njalo uma umtshela uthi usuyahamba, awunagogo uzihlalele.