Sub Categories

Ngyaqal ukuzizw knjen ngae
(My bad)phel sengish kue mntomuhle



Me : Mbali I wanna take you out
Mbali : 😍 kuphi sthandwa sam and when?
Me : today, I’m taking you out of my life for good

Reply as Mbali

Wake wajola nomuntu ophathwa ikhanda. Obona kahle nje ukuthi kade lamqala and alikazukumyeka ngoba naku kukhona wena. Uyabona futhi ukuthi usezame yonke inhlobo yephilisi, imijovo, izihlungu obaba abathize abalaphayo nogogo abathize abandizayo. Uthole ukuthi ngo 07h00 urite Kumnandi ngabo 07h15 hau liqale phansi ikhanda.

“Ngizokuthanda kuze kubuye uJesu.”

Nivele nihlukane 💔 kungakabuyi ngisho umalume oseGoli.


No guys, Iphi le ANC eyavotelwa abantu. Ngoba le ebusayo akuyona.


👩‍🦳:Haiybo Spha, Makhelwane, usuyahamba sesiphaka🍛?
🧔:Lutho anghambi neze, Ngyolanda isitsha sami sincane lesi.


God gave u ishiya elihle wena uyalicwecwa njenge zambane.Ulidweba esiphongweni.Buka manje uwu Minnie usufana nekati.

siza mfethu, labo abazi ama Whiskey, I’ve got Glennifeddish Single malt Whiskey 80year old, ne 30year old. How much can I sell them for?

Ubbe wami ngiyasola udayisa ngiyasola udayisa ngezinyoni 🐦🐦ngoba ku4n omunye umjita wabuza ukuthi isesekhonan leyonyoni🤔


Not all gals are beautiful
ongekho muhle wulo ongekho mubi


Ukujola nami kumnandi ngoba uthola i-comedian, uhlanya kanye ne-porn star, all in one person. Ngiyi-combo kahle kahle

Yazi empilweni ubukwazi ukuthi ngeliny’ilanga umntu okuzwisa ubuhlungu uyoze azwe ubuhlung obudlula obakho


Sanbona igama lami uPhumlani, eh nghlala eNewcastle, eh thnx for reading my story.. eh b4 ngiqale angiqale ngibingelele bese singena odabeni.

Eh Syabingelela kakhulu kuwona wonk umuntu ola. Ngethembe syaphila sonke. Angbingelele bakwethu besengingena odabeni ngoba nesikhathi asikho kahle, Sanbonani sboge ithuba; asethembe sonke samukelekile.

Njengoba bese Ngshilo keh ukuthi igama ngingu Phumlani angbingelele ezkhulwini zonk ezisivakashele ngokwezikhundla, Sanbonani siyanamukela.

Ngbingelele nakumuntu wonke ongaphakathi Sanibonani nonke.

Bakwethu iskhathi esinaso sincane kakhulu ngakho angbingelele masinyane bese sidlulela odabeni.

Ukuze songe iskhathi mphathi hlelo angizukubamude kakhuli. Angbonge nakuwe ngethuba osungiphe lona ngyakubingelela nawe.

Ngbingelela kuwona wonke nje umuntu ongaphakathi, wonke umuntu. Sbingelele bakwethu.

Nawe osekhaya syabingelela, abasemajele kuphi nakuphi ezbhedlela syabingelela nakubo. Kuhle ukbingelela masiphila ezweni. Sanbonani.

Eh bakwethu iskhathi esinaso sincane angingene odabeni. Nobengakangeni ngibingelela angimshiyi ngaphandle Ngyabingelela nakuye Sawbona boh….!

Ngenxa yesikhathi ngbona umphathi hlelo usekhomba iwashi lakhe ngyacabanga sekuphele iskhathi. B4 ngbuyele phansi agbingelele nakuwe mthandi ka Facebook Sawbona sesphoxwe yiso iskhathi ebesingekho ngabe ngyazibingelela nami.

ENGLISH: Boys and Girls.
ZULUS: Bafana Namantombazane.
ENGLISH L: They look like Girls.
ZULUS: Bafana Namantombazane…

Abanye abantwana bane-stress se-registration nesemisebenzi, wena une-stress se-Valentine’s Day nendoda engakufuni.