Sub Categories

Abanye abantwana bane-stress se-registration nesemisebenzi, wena une-stress se-Valentine’s Day nendoda engakufuni. 😐



Likhona nakini leli dimoni elikhipha amanzi efrijini lingawabuyiseli, okukanye libuyisele isigubhu esingenalutho?

White: Wow yr girlfriend is beautiful
Blacks: ekse mithisa lengane wena


Entlek siya ezulwini or u jesus
uyeza? Ngathi sizophambana
ngendlela la


Ama 2000 awazi ukuthi uBlack Coffee and Black Motion are Brothers uSisi wabo u Amanda Black, then uPitch Black ubhuti wabo omdala. Bonke labantu bazalwa iBlack Mambazo futhi ibona abafika neBlack Friday..


Mom & his Son😜😜😜
Son: Mama Ngilambile….
Mom: ehh Yidla mina mos😝
Son: huh..! Mama wena ngeke uvume mos

Ngimanzi nteee! Kade ngithelwa ngamanzi bengivusa sengiqulekile, ngizwa kuthiwa iEX yami ithenge amaTAXI awu6 namaGolf awu3 kanti basho amakhekhe

Mawubona intombi yakho eyiwele ijolo ivele ikubingelele kuqala(aw sawbona sbari)


Nanku umbuzo, ungawalwela yin amaπŸ’© akho ubona umuntu ewafaka ku-plastic ehamba nawo phambi kwakho?


Uthi uyadlula nendoda yakho emfishane ngase Creche uzwe ngengane sezimemeza zithi
“weMisi !! Misi!!!! nang omunye sebaleka”

WHITES: “I don’t have any kids.”

BLACKS: “Anginanja, anginakati mina!”


Sanibonani emini, bengifuna ukusho nje ukuthi ngimuhle, and ngisazoba worse. Ngiyabonga.

Oh, and futhi anginisabi.

Isbindi is when you drink Vodka that has a higher percentage than your matric school result you got 29% in English but you drinking Russian Bear 43% haibo you’re ambitious yaz