Sub Categories

Does “Nomvula” In English means
“No Rain”? Zulus Help😂😂💔

No Mvula

Loading views...



Umuntu avele aqhamuke angitshele ukuthi yena unguNebuchadnezzar umProphet ongabonwayo. Kulowomzuzu ngikhuluma naye ngimbona ngamehlo enyama. Uthe eqala nje ethi 2 – 4 – 2 – 91, ngathi akangixolele angihlangani noNebuchadnezzar ongabonwayo.

Loading views...

“Kuyafana Anisayi Lapho Mos”

Kusho uMalume Egcobisa Isinkwa nge Student Card Sakho

Loading views...

Nakhu uSipho uyaxoshwa emsebenzini bese ecabanga ukuvula ikhemesi nangempela ayivule aqashe abantu abawu2 ukuthi bamsize bese ebeka imithetho ukuthi “Mawulaphekile ukhokha uR1000 uma ungalaphekanga sikubuyisela uR5000 back” akubeke ngaphandle lokho njebhodi …. kuqhamuke iphoyisa lifunde langaphandle libone ukuthi iningi lemali angene ngaphakathi

PHOYISA: dokotela nginekinga yokungayizwa I taste yokudla engikudlayo

DR: basebenzi ngicela ibhodlela number 22 lapho .. phuza lana

PHOYISA : aphuze ( arghhh ) ungiphuzisa umchamo lona

DR: khokha ndoda sewukwazi ukuzwa I taste manjr uzwile ukuthi ngumchamo lo(likhokhe iphoyisa ..libone ukuthi libhayizile libuye futhi ngakusasa )
PHOYISA: dokotela nginenkinga yokungakhumbuli ebingikudla izolo ngisize (imambane le iyayifuna lemali)
DR: basebenzi lethani lelo bhodlela unumber 22.
PHOYISA: cha cha cha aii leli bhodlela layizolo lomchamo.
DR: khokha ngoba sewukhumbula ukuthi bewudlani izolo(likhokhe iphoyisa libone ukuthi libhayizile futhi phela lemali liyayifuna libuye futhi)
PHOYISA: dokotela nginekinga yokungaboni emehlweni
DR: cha ngeke sikwazi ukukusiza lapho bamba naku uR5000 wakho besho bemnika uR50
PHOYISA: hawu engani ngu R50 njr loo
DR: khokha ngoba usuyabona ukuthi malini lee ……..iphoyisa lavele laqaleka

Loading views...


Uma ngathi uyadinga umsebenzi ufice i(X) yakho iyiyo iboss lapho yikho phone khona ukuthi teacher weMaths wayeqinisile me ethi find the value of X

Loading views...

KwaNongoma mabekubona ufake Amaheadset kuthiwa udokotela

Loading views...


A baby mosquitoe had just had his first day lokutinyela abantu, ntambama his father askd: ‘How was yo 1st day in the real world son?’ Baby mosquito: “It was fanta-bulous dad, everyone was clapping hands for me!” Dad: “Son, every1 was trying to kill you.” MORAL: not every1 who laughs with you is a well-wisher, do not trust every cute smile.

Loading views...


Akudleki nokudla ngiyagula, umakhelwane uthenge imoto nosofa abasha.

Loading views...

Antman
Iron man
Superman
batman
Spiderman
😩Aii I-Marvel seydlala ngathi manje.

Loading views...

Mosadi otshwana le LOTTO😑
geosa mo beche okase mo win’i..

Loading views...


Ufuna indoda enemoto 🚗 😏 kodwa ubaba wakho yamhlula ngo-1960 isengu-R2.

Loading views...


Umsindo engiwufice kwaZwane, ugogo wakhona ngathi ushidabe nge-statement sikaSne.

Loading views...

Sthandwa sami kule weekend ekhaya kunomsebenzi
OK sthandwa since nginga sebenzi usho kuthi ngifake I CV ?

Loading views...


Sorini kancane 🙏ngyazi ni busy
☝️Ikhona yin indawo edayisa utshwala nge Medical Aid la KwaMashu ??

Loading views...

If ujola nomunt okhuluma sign langauge ebese ubuya ebusuku uth uyangena nje endlin esath uyathetha nge sign umane ucishe ugesi ushone ekamelwen!!

Loading views...

Kambe umuntu usahlalelwe ukuguga 🤦‍♀️😭 Kungcono ama2000 wona asephelelwe icala 🤷🏽‍♀️🙄

Loading views...