Taxi driver: mshana UnaNgaki?
Child: Ekhaya ngina 6 la Taxin ngina 3
Ubuze isikhathi etaxini bakubonise iskhathi ephonini … nangu umuntu wakho kwi wallpaper 😂😂😂😂😂
SENGYOZE NGIFE NGINGALIBONANGA ISO👀 LIWELA UMFULA🌊UGCWELE
Ngeke udelelise njengomuntu osembelwe ithuna⚰️ yey bayadelela bantu beseGoli✋🏾
I use to bath twice or more during summer, ngangaz kuth lemin iyeza!!
Ungene nomuntu wakho kubo kuvele kuhlekwe naye ahleke athi benginitshelile.
Omunye ngamshaya wacishe wafa emcimbini wakubo engiqambela amanga ethi sengidlile.
Awubazi ubuhlungu mawungakaze udibane nale inkinga. Yazi uthunywe estolo umawakho athi hamba ucula khona ungazukhohlwa nawe uhambe ucula uthi sowuzofika Continue Reading..
R10…iluzi kagwayi…niyazibona kodwa ukuthi senibhema isinkwa
Your email address will not be published. Required fields are marked *
Comment *
Name *
Email *