Sub Categories

Uzwe beth ujeqe uzwuthola Kanti bash kwi indoda yakh emncwaben wengan ena 4

Loading views...



baby vuka ngikukhape Gal chaa ngakithi ngibatshelile ukuba ngizobuya monthe end

Loading views...

(Ube late eklasini ungene)

Teacher:yindaba u late?
Asande:ngyaxolisa Miss
Teacher:K ukhethani ngikubuze imibuzo ewu 5 elula noma owodwa onzima?
Asande:owodwa onzima
Teacher:K zingaki izinkanyezi esibhakabhakheni?
Asande:1 500
Teacher:ukuthathaphi lokho?
Asande:Awu Miss sivumelane nombuzo owodwa lo wesbili uwuthathaphi?
Teacher:(quite)

Loading views...


Sanibonani emini, bengifuna ukusho nje ukuthi ngimuhle, and ngisazoba worse. Ngiyabonga.

Oh, and futhi anginisabi.

Loading views...

Kumnadi Uk’Lobola Amantombazane Wakwa Mfene 🦍
Ngoba Ivula Mlomo I Banana

Loading views...


(FB Post ka Nzuzo Cele)
Kuno stepfather abayolanda ama report namhlanje ey😅ngoba amantombazane izinja. Kodwa nani bafana khemani mani nivumelani ukuyothethiselwa izingane eningazizali😂

Loading views...


Umuntu acomplaine ngesex kube ngani kukhona iclass lalento kanti nathi siyazizamela nje akukho la esiyifunda khona lento.

Loading views...

Qaphela la uma umuntu umthumelela umyalezo ngefoni awufunde angaphenduli akayedwa lowo muntu ukhona oseduze kwakhe amsabayo qiniso lelo

Loading views...

Niyezwa kubuhlungu kanjan makuthiwa
ningaphumeli ngaphandle…

Loading views...


Uthi bewazi: uZodwa wabantu sekunguZodwa wezinkukhu,
buza uKelly Khumalo.

Loading views...


Basebenza ngenye Indlela labobaba. Uyazi ukuthi ama Phoyisa asedidekile ngempela kwawona. Afike kwi scene abuze kwenzekeni, nichaze nisho nokuthi animazi umuntu owenza lento. Aphinde abuze “akekho umuntu enimsolayo”?, nilisho igama. Ekugcineni anibuze ukuthi ninabo yini ubufakazi. Kanti ubani othi asisho esimsolayo. Ubufakazi futhi??

Loading views...

Ngitha ukuhlale ngizihlekela angithandi umuntu ongiphoxayo ngoba nam angiphoxi muntu engikuzele lana ukuzojabula ngoba ngizenge data lam futhi ngizophuma ngalo angilikweleti ilobude obukade ubufuna noma ngiyephambili

Loading views...


Baze balikuluma kamnandi igama lami ngenxa yamantombazane amahle engiwanikezwa ngumdali🤣🤣🤣🤣

Loading views...

Mtheli : Ezintweni ezisemhlabeni ma frnd… iSouth Africa🇿🇦 wawuyoyifanisa nani.
___A__n__s___we__r__
Mvumbi: Ne-Bicycle 🚲 laSdumo, lona elalinezinkinga eziningi

Loading views...