Sub Categories

Nx Yati Muntfu Abe Mubi Phindze Ahambe Kancane Nawumpheketela Ekuseni ShIt!!!
– πŸ˜‚πŸ˜‚βœ‹



Nithi nisaphuza kamnandi aqale ke umuntu odlisiwe, “yebafethu ngubani onamaminutes?”

Ngikhumbula ngelinye ilanga sisasebenzisa ugesi okhokhelwa ngenyanga, ubaba wangithuma ukuthi ngiyowukhokhela edolobheni. Ngenxa yokuthanda ama-competitions, ngathatha leyo mali ngathenga ngayo ithikithi lomncintiswano thizeni lapho umuntu onenhlanhla ayengawina khona imoto entsha ceke.

Uma ngifika ekhaya, ngamchazela ubaba ukuthi imali ngiyenzeni. Wathi ezwa lokho, wangithela induku. Ngalala ngiyisuthi.

Kwathi ngakusasa ekuseni, ubaba wavuka wavula umnyango ophumela ngaphandle. Kwakukhona imoto entsha ime ngaphakathi egcekeni. Wasivusa sonke. Kwathi uma siyibona sonke sakhala, ikakhulukazi mina. Phela le moto kwakungeyakwa-Eskom, ababephakathi babezosicishela ugesi!

Ubaba waphinde wayithela induku kimina. 😐 😭

Baloku bekudabukela bethi udliswe.
Awudliswanga wena. Udinga induku nje.


Ufake iGate le remote kukhambe igezi while u awayπŸ™„ ulale estradini angithi uRishi wena

Oke Ubuze intomb Yakho Ukuth “Bbe Why uhlezi ugqoke ibh’lukwe”
Yazii Ifihleni?
Ifihle Ukhwekhwe


Real Love is When you See Your Bae Kissing someone else
And You Calmly Say:
“Asambe Babe KuLate,
Uzombona Noma Kusasa Lomuntu Wakho.!!”
β€’Β°β€’
Yess!!πŸ‘Œ


Ngibathanda bonke abantu abaku Facebook wam 🀣 ABANGASEBENZI inkinga iyodwa abagezi Jonny obathathe njayam

Umfake emsebenzini umuntu omnyama ma ehola avele athenge imbuzi ahlabe abonge amadlozi wena akhohlwe ngawe.

It’s painful being a side chick
Side chick : Hi baby
Guy : Sho chief zkhiphani ?
Side chick : just called to say I
love you .
Guy : Sho commander nawe
uyazi sisonke
Side chick : ok Good night baby
Guy : Viva comrade


β€’Her: Jason sengiyahamba bbe
β€’Me: Khona ama Topper aseFrijin, khipha awu2 ukhothe uCream bese uwabuyisele khona


first thing when i get to heaven ngiyobeka ama bag ami e roomini lami bese ngiyo shaya i 2 nyana no bra Jakob

Untshontshe inyama ebhodwenπŸ–πŸ—ufike emvakwendlu kant izambaneπŸ™†πŸ™‡
😭😭😭😭😭


Ukuthi unezingane wena uzele akusho ukuthi uyakwazi ukwenza isex. Uyakhohlwa ukuthi akuthathanga mizuzu mingaki ukuthi inkukhu ibeke iqanda.

SBU:gogo ngiphasile
Gogo:manje ngenzen
πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚