Sub Categories

Noma ngabe kushube kanjani bra wami, ungahlali estolo.

Loading views...



Umuntu ashaye igirl friend yami ngempama aqede azobuzamina ukuthi nginenkinga yini.
Haiybo! Ngingenaphi mina?

Loading views...

Unamansense abhalwe ukuthi ichophe aligqemi lah🤣🤣🤣🤣🤣

Loading views...

Ukuzalela Mfana Ingane Embi kuyawuqeda
Nje Umdlandla Wokondla!!

Loading views...


Inhliziyo yendoda itholwa umuntu oyedwa, the rest basuke sebethola izinso, usu, inyongo ne 4-5 ke😂😂😂😂😂

Loading views...


LET ME TELL YOU DA TRUTH😏☝
INDODA IYAFANA NOJESU😑☝
IBATHANDA BONKE ABANTU BAYO

Loading views...


Wena nomkakho niyagula. Angazi ubani owathelela omunye noma uyena owasuka nakho kubo. Kodwa engikwaziyo nigula ukugula okufanayo. Anive ningasigcini isikhathi.

Loading views...

Kuvele kudabukise kanjani nje ukubona intombazane ewu 2 slice idansela uJohn vuligate. Kona mase ithi”nasi istokwe”, kuvele kube engathi u mosquito usuncela igazi.

Loading views...

What if kzn umele u KwaZulu natal or SA umele usouth Africa vele guyz

Loading views...


KUKHONA INTO ONGEKE UYICHAZE!!!!
IFarmer(umnikazi wePulazi) ihleli eTavern
etafuleni ibukeka iStressed iphuza ubeer ibambe
ikhanda, kuqhamuke uThisha neyakhe
ibeer ahlale kuleli tafula okuhleli kulo
iFarmer,abuze uthisha” haw nsizwa yakithi
wabukeka uneStress,Kwenzenjani?
Iphendule iFarmer”ey nsizwa yakithi kukhona
into ongeke uychaze”,
abuze futhi uthisha “haw kwenzenjani?”,
iphendule ifarmer”bengisenga inkomo
ubisi,luthe seligcwele ibhakede,yalikhahlela
ibhakede ngonyawo lakwaLeft,lwachitheka ubisi”,
aphendule uthisha”haw yin ewrong lapho?
ngoba phela uma ilithichile usenga olunye”,
iphendule ifarmer”ey nsizwa yakithi kukhona
into ongeke uychaze ndoda!,
ngidonse inkomo
ngaybeka esangweni lesibaya ngase ngabopha
umlenze wakwaLeft ogodweni olukwaLeft
ngafaka ugodo lokbopha ikhanda phambili
nyana nesango phakathi esibayeni,ngasenga
futhi,luthe selugcwele yalukhahlela futhi
ngonyawo lakwaRight This time, ngase
ngabopha unyawo lakwaRight ogodwen
lakwaRight yavuleka imilenze yenkomo”,
uthisha athi”qhubeka kwase kwenzakalani? Im
sure kusengeke kahle”.
Iqhubeke ifarmer ichaze ithi”ewu nsizwa
yakithi kunento ongeke uychaze!
ngisengile futhi,luthe seluzogcwala ubisi,inkomo
yalushaya ngomsila lwachitheka lonke ubisi”,
UThisha athi”hawuu,wenze njani ke mayenza
nje,im Sure ubophele umsila emzimbeni wayo
inkomo?”,
iqhubeke ichaze ifarmer ithi”ewu nsizwa
yakithi kunento ongeke uychaze!, IMPELA
ngiwbophile umsila ibhakede belisawile
kanjalo,,,,inkinga nje ukuthi bese ziphelile
izintambo zokubopha so ngibe sengikhipha
ibhande lebhulukwe lami ngabopha umsila
emzimbeni,lapho ibhulukwe liwile
phansi…iUnder angiyfaki…lithe lisawe kanjalo
ibhulukwe kwaqhamuka uNkosikazi wami”,
ababaze uthisha”hawu utheni yena?”,
iphendule ifarmer “ewuu nsizwa yakithi
kukhona into ongeke uychaze…..

Loading views...


Kwathiwa esklleni asikhulume isngisi, uSakhile sukulonke belokhu ethi “wow”

Loading views...

Uscabha aphuphe semlindelwen athi Mali mayize ngama sithi

Loading views...


Majita umfazi uyasizwa during women on top🍊🍆musa ukulala sengath uwelwe ikhabethe nyakaza nawe mjita eyyy

Loading views...

Ngath kuferba omaMfundisi
abantu abashadile

SENZO :Wena ngangaferbelwa kanjan nje
ungakhiphile nenkukhu emnyama

Loading views...

“Ngcono uvele ungithathe Nkosi!” 😭 😭

Kusho mina u-poloneck ungasaphumi ekhanda.

Loading views...