Sub Categories

Iyasebenza i-lipstick 💄 because ifihla nama-lips asaxetshulwa ugologo. 🥃

Mina nje ngiyofela iqiniso.

Loading views...



“Baby, wenza ama-otherwise kulo nyaka!” 😊
Kusho mina ngizithengele izimbali noshokoledi weLindi Shokolathiyez ngeValentine’s Day.

Loading views...


Umnikazi wepulazi wayegulelwa ihhashi wabiza udokotela ukuba azolixilong uma lingasindi lizobulawa emva kwa 2 days
Imbuzi yezwa lamazwi yaphatheka kabi yaya ehhashin Ngosuku lokuqala ilicela ukuba lizame ukutotoba,lahlulek ihhash
Ngosuk lesibil labonakal ihhashi litshakadul
Ihhashi laya embuzin liyobonga ngokuyeseka ligula..umnini we pulazi wamema abant kuzobungazwa ukuvuka kwehash Kwabulawa imbuzi

Loading views...

If uyisangoma ungenayo I foundation kaNkulunkulu,
kusho ukuthi uzosiqeda phela. Uyazi uzosithakatha wena.

Loading views...


Awubazi ubunzima☝️ if you’ve never dated a bad kisser🤢
umuntu akhamise ngathi ucula amaculo womzabalazo🗣️✊✊

Loading views...


Uvakashe then kulahleke imali, uzwe sebathi: 😒😒
_
Lento iyaqala ukwenzeka yazi !!!

Loading views...

Wake wajola no Simon kaJohn😍🥰. Into ehlezi ikubuza ukuthi”uyangithanda nah? ❤️?

Loading views...

Mhla ka-25 sewuthi uqedile ngama-debit order,
uzwe ngenye ithi: “Hey handsome.

Loading views...


Angiboni ukuthi ngingayimela true love mina sengijwayele ukwenziwa islima😭

Loading views...


Mama owayengasazi isbuko indoda yakhe ubuya eGoli wathi esewasha ingubo ilumakoti wasbona lesbuko. Wasbuka wacaasuuka sethi ubaba ” baba uhlezi ungabuyi eGoli Kanti uhlalele lelizimuzimu” wabhilita umuntu

Loading views...

Ladies sikwi Relationship not Catering business
so umuntu makasuke kubo edlile

Loading views...


Unikwe ingane IOrange ivumelana nomah wayo etaxini ithi ihlubele mawuqeda lapho ikhale ithi livale.Sekubukwa wenake manje.Ubuyisela iqanda kwiShell.

Loading views...

Posting about ubae wakho ukuphethe kakuhle is so old,
post his/her number sizibuzele…

Loading views...

Ama yellow bone asendalini kulensulu adlula ama dark bone

Loading views...