Sub Categories

Syayibona le khompy yakho yokuthi ubukwi maternity leave ja good.Kuphinde Kube ile yokuthi kade uhlezi endlini ukhothwa omaMlambo great.Yabonake kukhona le.. yabona le khompy engathi inkukhu enokhuphe.Le khompy esolisayo yokuzakhela, awazi noma bekade udlala ngoFlour noma uvuke emakhazeni ,uyathusa.



Men are respecting people you know.
The main reason why your boyfriend will breakup with you after having a baby is because he cant continue ukujola phambi kwengane.

Nu 10 endlini kini kukhona one bread uyafika wena uzothatha ama slices awu 6.Ngyababona laba abanye..Uchazani,?kahle kahle uthini esinkweni? Why vele?πŸ™„πŸ€”

Saze sasha abantu bakwaMakhubela sebekwazi ukugeza ekuseni uma beyothenga isinkwa🍞 πŸ€£πŸƒβ€β™‚πŸ’¨πŸ™‰


Umfundisi uDube wayedlala igalofu noMdelwa ngenye imini, ngebhadi uMdelwa kwakungamlungeli kwigalofu. Kwakuthi lapho egeja umgodi athi, “Shit, ngageja!”

Baqhubeka badlala, kwathi emva kwezikhawu eziningana elokhu esho kanjena uMdelwa lapho egeja umgodi; wahluleka ukuzibamba umfundisi uDube wathi, “Ngicela ungakhulumi kanjalo mzalwane, ngale kwalokho uNkulunkulu uzokujezisa.”

Axolise uMdelwa umdlalo uqhubeke. Kwathi eqeda kuxolisa nje waphinde wageja komunye umgodi, wase ephahlukile, “Shit, ngageja futhi!”

Wayelokhu esho kanjalo emigodini emithathu elandelayo. Wayeseqala ukuthukuthela okaDube manje ngenxa kaMdelwa wase ethi, “Ngicela ungizwe kahle mzalwane, luyeke njengamanje lolu limi olukhulumayo. UNkulunkulu uzokuzwa bese ekujezisa!”

Lokho akuwenzanga umehluko, uMdelwa wageja umgodi olula ibhola legalofu liseduze nomgodi. “Shit! Ngageja futhi.”

Ngawo lowo mzuzu kwavuleka isibhakabhaka kwaphuma umbani washaya umfundisi uDube waphangalala khona lapho.

Makhathaleni kwezwakala izwi elikhulu esibhakabhakeni lathi, “Shit, ngageja!”


Juss imagine dating a girl with a short hair bese niyophushana eBarber Shop


Manje wena nkunzi nakulo khisimusi uyophekelwa abafazi babafowenu?

Awusemdala!!!! Ngisho wena, don’t scroll down zinzwane zenja

Dating usisi wakwaNongoma akuyona inkinga, inkinga iqala lapho esecobhoza i-pizza kwi-juice.

Maye babo! 😳

Isimanga engisibone etekisini namhlanje angisoze ngasilibala! Kush’ukuthi besigibele nalo sisi, ehamba nalo guy, mina bengihleli eduze kwabo. Esikhaleni nje singazelele, lo sisi avele aqaqe amakinobho e-shirt lakhe kuvele u-bra. Awukhuphule kuvele ibele, lo guy ahamba naye wavele wancela khona lapho! 😲 😲

Bebengenandaba ukuthi sonke siyababuka la etekisini. Le nto yabo iqhubekile isikhathi esingango-5 minutes. Lo sisi cishe uneminyaka engu-27, lo guy abehamba naye cishe uno-3 or 4 months uma ngicabanga. 😐


Kwaze kwanzima munt sewaphenduka ikhambi uvukahlale


Ngendlela onekhanda elikhulu ngayo ikhanda lakho likhulu ngathi unqindi yesidalwa

Sesingaqala ubumnandy njengoba kuDecember futhi siziphatheni kahle abazali bafuna siphumelele ay sphume belele 😍🀣😍🀣😍🀣