Usathi ushaya inyoka kuvele kuhambe ugesi endlini uyizwe ihleka😀
Sub Categories
Entering the taxi…..
Me: Sanibonani😀
Passanger: Ai wena hlala phansi si-late🙄
Some people yrrrrrrr
Umuntu amithe kodwa wazi kahle ukuthi indoda yakhe ihleshulelwa igwinya nge break eskoleni😂😂
Kule genge ka “Happy birthday to myself…” ngithi nje sengathi neRest In Peace ningazenzela. ✋🏼 😐
Uthi udlalisa mntwana eTaxin bavele bathi
“Ukhuluma i English k’phela loyo
Nisathi niyahleka kamnandi kini avesane athi umalume “kambe mshana usaphinda I class langonyaka odlule….unye nyiii
Uzwe isdudla sithi “I miss my other half”…
Yaz uz’buze ukuthi kanti lesdudla singakanani mase siphelele???
Akubongwa Mngeh”👏Kusho uMandisa noNokwanda Bethelelana iSnefu
Awucabange nje kuzokhuluma uRamaphosa avele athi Lahla isifonyo usishise ma uthanda” . iCovid iphelile”
Bath:
This January
Distruction boys ft Mobi Dixon ft Something Soweto
Omuny’ bhutiza akanamali😂
Majita ibiza R35 i-necklace kwaMr Price, iyo-rustela kuyena!
👩🏽🦰:: Gogo uSpha
ungalile😭
🧙♀️: : Geza imfene
Zanele sobona ngo 12
As from 2020, emingcwabeni kuzomele kubhalwe kwi-program ‘Ozokhulumela Ababemkhuza’.
Akubona bonke abebelungile besaphila.
Usuke ubalekelani Uma kunetha imvula
Noma ungay’shiya vele?
Just cooked 10kg Rice & 5kg meat💆 Bazofudumeza uDecember wonke lay’khaya,ngyahamba Mina🚶ngsayophuza
90’s: My Neighbor Has A Black Cat.. 🐈
2000’s: Mangithi Ntlaaa……!😨 Nayi Black Panther Yaka Makhelwane.