Sipho: Mbali manje wenzani empilweni
Mbali :ngyasakaza
Sipho:wow,usakaza kuyiphi iradio station?
Mbali :ngisakaza ngempama umuntu ongibuza umbhedo😂😂😂😂
Sub Categories
“Ngcono uvele ungithathe Nkosi!” 😭 😭
Kusho mina u-poloneck ungasaphumi ekhanda.
Indlela omumbi ngayo even god denied that this is my child😂
Umzulu ulele ngaphansi kwemoto uyayikhanda
kuvele kuqhamuke umsuthu abingelele
Msuthu : Dumela ntate
Umzulu : soxabana wayidumisa mhlathi
kanyoko
Indoda ene Degree ne Diploma, Istabane leso.Indoda yangempela ino Grade 9 nesbhamu
Umuntu asuke no 2 plate westofu e mtuba ayowisa ugesi University
I wonder how lomuntu oku post (we) ipic as wanted at police station, ukuthi bamshutha kanjani, kwakufanele bambambe, bangolokhu bemshutha ipic.
Men are respecting people you know.
The main reason why your boyfriend will breakup with you after having a baby is because he cant continue ukujola phambi kwengane.
What if impukane, is a bee eyashonelw abazali yaphenduk iphara🤔🤔
Wena ofunde lehlaya ngathy unkulunkulu angakupha amandla usukume uyogeza,
Umuntu skhule naye eyivila, kodwa mangabe eseyiphara adlule ngakini ethwele I Quantum
I Kaizer Chiefs ukube iyalifaka i-penty ngabe seliyi G-string,
ukudonswa i-Sundowns ka left i-Pirate ka right..
Angisajabulanga kanje, sixabane nomakhelwane. Ngichazwe nje into ayisho ekugcineni. Uthe uzongikhombisa umuzi onotshwala😋🍺😂😂😂
Afike umuntu esenjee🗑️e🍩 kuwena mase ethi”Akanaso Isikhathi sokudlala yena usefuna umendo.Kodwa esenje🗑️e🍩 kodwa.Sthule syabukela njalo.Avele athi”Now I want to settle down💍. Uxakeke ukuthi lo settle down oyizi mbobo mbobo mbobo mbobo….
Ngisaba nokuya ekhaya kulo Disemba, ngasendela u-Anty ipipi 🍆 ngephutha.
Nase Durban sicela iMall of Africa.Uma ingekho indawo nisuse noma iLamontville🙏