Ujehova uyayibusisa inicabango yomuntu emihle kodwa emibi ukushaya ngayo
Sub Categories
Wasukuma ndo walikuwa wa kwanzaa kugundua uji kwa kutak kutengeneza juisi ya maind
Ufuna indoda enemoto ๐ ๐ kodwa ubaba wakho yamhlula ngo-1960 isengu-R2.
Uyazi Ngidinga bonke engangidlala labo amatope besithi ngingubaba bona bangomama…..ngfuna ukubuza ukuthi babe serious yini siphinde
Ithi isanuka kamnandi kfc etaxin kuvele kungene gumede noparaffin
White Couple At The Mall:๐ซ
โข
Black Couple At The Mall: ๐ถ๐ถโโ Uzongifica e Spar Ngoba Usamodela๐
Morning Mzansi
Noma iCall duration yenu ingathi 1hour 59 minutes 59 seconds
okusalako nizohlukana
When uu jst told Bae dat “mina nawe sizofa silahlane”
then uu start coughing nn feel headache
Bamba la ngsekhathi uNkulunkulu edala ilanga wayenenhloso ngalo yokuthi lizokhanyisa nsuku zonke emini,nangempela ukuze sibe nokukhanya emini ingoba ilanga lisuke likhona.
Engfuna ukubambeke nakhu ilanga alikhohlwa ukuthi lalidalelweni nsuku zonke ilanga emhlabeni liyasikhanyisela,noma kungaba namafu kodwa ilanga alikhohlwa ukuthi kufaneke liphume likhanyise,noma izulu lingaduma libe nezimvula ngeke ulibone ilanga lithi awuthi ngphindele emumva ngoba liyaduma kodwa liyaqhubeka ukusikhanyisela.
Lalelake ilanga alishintshi noma kukhona amafu amnyama esbhakabhakeni Ngeke ubone sekusebusuku emini.
Umuntu kuphela emhlabeni othi mayefikelwe izikhathin zobumnyam ezinzima bese elahla ithemba,umuntu kuphela othi uma edibana nezingqinamba empilweni bese ekhohlwa ukuthi wayedalelweni,futhi umuntu kuphela othi mayehlangana nabangani,noma nabantu abahlukahlukene emhlabeni bese ekhohlwa ukuthi kambe mina ngfunani,khumbula ngithe ukuba khona kwamafu amanyama emkhathin ngek lokho kwalenza ilanga labuyela emumva ngoba liyazi ukuthi kumele lisikhanyisele.
Mtaka baba nawe bengthanda namhlanje sengathi ungalibuka ilanga bese ucabangaka ukuthi kulobobumnyama ohlangene nabo,noma lezonyembezi,lolosizi obhekene nalo aluzanga ukuzokushabalalisa impilo yakho kodwa luzokubheka ukuthi mangabe sifike empilweni yakho ngeke ukhohlwe yini ukuthi ufunani,khumbula ngthe mina noma imvula ina,noma izulu liduma kodwa ilanga alikhohlwa ukuthi kambe emhlabeni ngangizokwenzani liyaqhubeka likhanyise.
Namhlanje ngthanda ukukhuluma nawe ulahliwe,ushonelwe abazali bakho bonke,ukhala izinyembezi umsebenzi ungawutholi,usufake ama Cv yonke indawo kodwa ungaphenduli,ngzokhuluma nawe waliwe uphoxwe umuntu obumthanda,ngzokhuluma nawe eskoleni kungacaci kahle,omakhelwane bekuhleba,bekubukela phansi,ungenayo imali yokudla,ungenamuntu ongakhalela kuye,bekuhleka,bekhombisana ngawe ngamakhanda bethi uyagula unegciwane,sebekushilo ukuthi ngeke uthole umshado kodwa namhlanje ngfuna ukuthi uthathe lesikhathi esincane bese ubuka phezulu nasemhlabeni ukuthi akukhanyi yini.Ngithe kuwe isimo noma sinjani ilanga elibhekene naso alikhohlwa ukuthi emhlabeni kumele kukhanye,nawe ngane yakwethu ungavumeli izimo ezenzeka empilweni yakho ukuth zikwenze ukhohlwe ukuthi ufunani.
Ziyashintshashintshana izimo ngaphansi kwelanga uthole kunamafu amnyama,liduma,lina kodwa lona lilokhu likhanyisile…. nawe noma zingashintshana izimo phezu kwalowo mzimba wakho ungakhohlwa ukuthi yini Ofuna ukuyizuza empilweni
uThisha wam ungfice ngvule iskhwama sakhe ๐ Ngavele ngathi Bengibheka istulo
I won’t drink a single drop of Mofaya until DJ
Sbu confess that he was Mzekezeke
Bakwethu lento yokuhleka abantu abangasazi isngisi ayikho unfair guys๐คฆโโ๏ธ
Uyayazi le pain yokuhlangana nekhansela ungaphethe ngisho imvubu lee.
Chiskop ebusika, kuvele ku-freeze nemicabango.
Some relationships though
Him: Bbe fon yam ayifun ukusebenza
Her: Ifana nawe njena
Distruction Boyz
is da reason
why KZN got low %
Angith beniphezu komunye kufundwa