Sub Categories
Indoda eyayineplazi, yayinezingulube ezinhlanu (5) zensikazi. Yahamba nezingulube izisa kwi-auction, ithe uma ifika yahlangana nomunye umlimi owayezodayisa izingulube ezinhlanu ezingamaduna. “Uma ngifuna zikhwelane lezi zingulube ngingenzanjani?” kubuza indoda enezingulube zensikazi.
–
“Singahlangana nje mfwethu halfway, zizokhwelana.” kuphendula lo omunye umlimi.
–
“Manje ngizokwazi kanjani ukuthi sezimithi?”
–
Aphendule umlimi athi: “Uma sezimithi zizoya otshanini ziyodla, uma zingamithi zizobuyela odakeni.”
–
Manje babeqhelelene ngo 120km ngokuhlala, bavumelana ngokuthi bazohlangana halfway nezingulube lezo zizo khwelana. Yagcina ingasazidayisanga izingulube indoda yabuyela nazo emuva. Ngakusasa yalayisha izingulube evenini yahamba, yabuya.
–
Ngakusasa izingulube zavele zaqonda odakeni. Wahamba futhi kwaze kwaphela iviki lonke, izingulube zilokhu zibuyela odakeni. Yagcina isikhathele indoda, ngakusasa ekuseni yathi kunkosikazi wayo: “Nkosikazi ngicela ungibhekela ngewindi lezi ngulube ukuthi zikuphi. Zisetshanini noma odakeni?” ibuza indoda izilalele embhedeni.
–
Aphendule unkosikazi ebona isimanga ngaphandle, “Vuka baba uzobona! Azikho etshanini futhi azikho nasodakeni, zisevenini enye ingaphambili ishaya ihutha!”
Copy
Loading views...
Wake wajola nomuntu ophathwa ikhanda. Obona kahle nje ukuthi kade lamqala and alikazukumyeka ngoba naku kukhona wena. Uyabona futhi ukuthi usezame yonke inhlobo yephilisi, imijovo, izihlungu obaba abathize abalaphayo nogogo abathize abandizayo. Uthole ukuthi ngo 07h00 urite Kumnandi ngabo 07h15 hau liqale phansi ikhanda.
Copy
Loading views...
UmaBhengu wayenezingane ezinhlanu zifeba kodwa zimfihlela wabizwa eskoleni watshelwa wafike kothisha wathi amadidi enu afebayo
Copy
Loading views...
TEACHER: Name any animal that lives in water.
KELVIN: Hippopotomas.
TEACHER: Tomas your turn.
TOMAS: Hippopokelvin.😂😂🏃😜
TEACHER: Tomas be normal.
TOMAS: Nguye uqalile
Copy
Loading views...
Ngangilele mbanginikeza mouth to mouth ya hamba kanje hhaa wuuuu ngavuka nginga kwazi uku phefumula
Copy
Loading views...
Ngihlushwa imbungulu ngazithela komaskito manje angazi ubani ongangitholela number yabakwa SPCA ngoba uma ngizibulala ngisaba ukuboshwa phela izilwane lezi sizani go angisabazi ubuthongo nasendleleni ngivinjelwe omaskito
Copy
Loading views...
Bafwethu SikwaNONGOMA nomjita wami Siqambe Amanga Sathi siDISTRUCTION BOYS Ngikhuluma nje sidla inyama mahhala,Uma ngiqeda ukuluma ngivele ngithi HAIIBOO! Bavele Bahlanye BaJaive Bonke
Copy
Loading views...
Whites : sorry you dropped your wallet 🙌
Black : u jehovah mkhulu
Copy
Loading views...
Ngiphuphe ngiyeke utshwala.
Akekho yini umuntu owazi ukulahlisa amaphupho amabi?
Copy
Loading views...
“Umakoti Ngowethu Siyavuma”
Igcina laphoke ✋.!! Leyokuthi
“Uzoniwashela Aniphekele” Udoti
Senihlanyela Umkami
Copy
Loading views...
Uyazi ubusisiwe umuntu ongenayo intombi enamanga. Yabona lodoti wami, uwaqamba ngize ngizwe ngathi uhlangothi alusasebenzi ngizoshawa iStroke😂😂😂😂
Copy
Loading views...
Ufike uphe umuntu i-lift, nisahamba kanjalo nihlangane neMercedes AMG umuzwe esethi: “Uyabona-ke, nazi imoto zangempela!” 😕
Copy
Loading views...
Kuyashisa manje.Ntambama kuzobuya lezulu eliduma uze ucabange ukuthi….kambe uxabene nobani osebenzisa amakhambi.
Copy
Loading views...
I Pain Yokulanda Ama ARV’s Ngezinyawo Ekubeni HIV Yayifike Nge POLO
Copy
Loading views...
Dear polony brands
Re kgopela polony ya square, lere borotho bjo re bo je ka eng mo di
khoneng??
Copy
Loading views...
Ave bejwayela ngasekhaya😕
mengihamba nezumba kuphuma u Mashu wonke🙆🏻♂
Mengihamba nesqubu akuphumi ngisho oyedwa umsoon
Copy
Loading views...