Wake wajola nomuntu ophathwa ikhanda. Obona kahle nje ukuthi kade lamqala and alikazukumyeka ngoba naku kukhona wena. Uyabona futhi ukuthi usezame yonke inhlobo yephilisi, imijovo, izihlungu obaba abathize abalaphayo nogogo abathize abandizayo. Uthole ukuthi ngo 07h00 urite Kumnandi ngabo 07h15 hau liqale phansi ikhanda.
Related Posts
Likufebele i-2000, uthi uyalithethisa lithi: “Buzz off jeqe omanzi. Phihli! Phahla! Lawa iqanda, yakhala imbuzi, meeeeeeh!”
Ngiwathanda impela ama boobs😝 kodwa aiy🙅maselenga kanje😖ekhombo bhozo
Akudleki nokudla ngiyagula, umakhelwane uthenge imoto nosofa abasha.
Nyweee Nywee, mina ngiyalishaya ibhodwe. Kodwa ushubisa ucurry wechicken nge thini likaFish. Khohlisa abangazi.
Kaze abakwaFacebook bawususa nini u-like button? Ses’yabonga, sikhathele yiwo,
Njengoba ubusy wehla wenyuka ujola nabantu abanemali, mase bengasenayo wena 👉uzojola nobani.
Police:knock knock Nyaa: Ngubani POLICE:ngabantu bomthetho Nyaa:nifunani.???? POLICE:phuma sixoxe Nyaa:nibangaki.??? POLICE:singu two Nyaa:Xoxani lowu Two mina ngisalele.
Sengizibuke zonke iziqephu zalo popayi okuthiwa uBen 10, akukho nesisodwa isiqephu la ejola khona nomama abadala!
