Sub Categories

Engathi kuzomele siyoxolisa kuGogo kaLihle ngoba lokhu umuntu amhleka, izinto aziphindange zalunga.

Loading views...



Usuku Ngiyaphil kunjan skk sam so much of fline and ngek mft no no bbe maning rlx hawu ngek bbe ngek ngek fun kukubon njee nom nom kwenzek the house and ngek bbe

Loading views...

Ayikho indoda engenaso ISdudla sayo 🥰👌
But ngeke uthi uvuka nje ekuseni😳 usudla idombolo
Uyawudinga u 2slice nyana nje 🤞 wokuthiba Indlala 🤷‍♂️

Loading views...

Badliwe abantwana babantu with this question!!!!

So ungibona nini😂😂😂???

Loading views...


Her : Babe Nangu lomfana owangishaya 😔

Me : Manje Umemezelani , Ufuna Ashaye nami

Loading views...

Knock on the door 🚪

Me:ke mang
Ke Johanna
Me:14 or mokolobetsi?

Loading views...


To Qualify to study at DUT udinga amaPoints angaphezulu kancane nje kwawePirates bese aweKaizer awokungena eMedical School 😁😁😜

Loading views...


I can’t wait to buy a car, ngizikhiphe nabangani bami abangenazimoto. Sithi sisahlale 30min e-clubbin bese ngithi: “Sengi-right bef’ethu, asinyakaze.

Loading views...

When you ask your boyfriend ukuthi nibangaki kyena avele athi “Ninodwa” 😂😂 unye nyi

Loading views...

Nakhu uSipho uyaxoshwa emsebenzini bese ecabanga ukuvula ikhemesi nangempela ayivule aqashe abantu abawu2 ukuthi bamsize bese ebeka imithetho ukuthi “Mawulaphekile ukhokha uR1000 uma ungalaphekanga sikubuyisela uR5000 back” akubeke ngaphandle lokho njebhodi …. kuqhamuke iphoyisa lifunde langaphandle libone ukuthi iningi lemali angene ngaphakathi

PHOYISA: dokotela nginekinga yokungayizwa I taste yokudla engikudlayo

DR: basebenzi ngicela ibhodlela number 22 lapho .. phuza lana

PHOYISA : aphuze ( arghhh ) ungiphuzisa umchamo lona

DR: khokha ndoda sewukwazi ukuzwa I taste manjr uzwile ukuthi ngumchamo lo(likhokhe iphoyisa ..libone ukuthi libhayizile libuye futhi ngakusasa )
PHOYISA: dokotela nginenkinga yokungakhumbuli ebingikudla izolo ngisize (imambane le iyayifuna lemali)
DR: basebenzi lethani lelo bhodlela unumber 22.
PHOYISA: cha cha cha aii leli bhodlela layizolo lomchamo.
DR: khokha ngoba sewukhumbula ukuthi bewudlani izolo(likhokhe iphoyisa libone ukuthi libhayizile futhi phela lemali liyayifuna libuye futhi)
PHOYISA: dokotela nginekinga yokungaboni emehlweni
DR: cha ngeke sikwazi ukukusiza lapho bamba naku uR5000 wakho besho bemnika uR50
PHOYISA: hawu engani ngu R50 njr loo
DR: khokha ngoba usuyabona ukuthi malini lee ……..iphoyisa lavele laqaleka

Loading views...


NgeWinter isyllabus yokugeza isuke isiphelile sesitshaya ama revision nje sigeza ikhanda lezandla lenyawo.
Ask any teacher .

Loading views...


Dear Debonairs,

Bengicela nitshele abasebenzi ukuthi ngicela basike equal pieces ngoba siyaxabana uma sesidla namagenge.

Loading views...

Thina okuthiwa siyazitshela
Kusho abantu abangakaze basikhulumise

Loading views...


Angilele ngiyacabanga la, ubani owake wezwa iphoyisa linuka i-perfume? Or umthetho awuvumi?

Loading views...

Uyanyisana umjolo.If u don’t believe me.Buza uzodwa waBantu.Uphi uVusi?

Loading views...