Whites:Let go and have fun.m😆😀
Blacks:Ufuna ukumhlabake loh
Loading views...
Whites:Let go and have fun.m😆😀
Blacks:Ufuna ukumhlabake loh
Loading views...
If Wake Wamemeza Ibhanoyi ukuthi Alikphathele Amaswidi
Syabizwa E-Äirport Sezifikile Izinto Zethu😹
Loading views...
Ubhlokhe uSphelele abuye senguPerpendicular Pelepele The Unblockable Pels.
Loading views...
Plz dnt laugh aln pass it to de others
IZIMPENDULO UTITSHA AZITHOLE
KUBAFUNDI:
1.Umuntu onesisu esikhulu = STOMACH OUT
2. Umuntu omude = LONG DISTANCE
3.Umuntu ohamba nge wheelchair = CHAIRPERSON
4.Ongenazandla = VEST
5. Onekhanda elikhulu = HEADMASTER
6. Ozacile= CD or SKINNY JEAN
7. Obuya emendweni= RETURN SOLDIER
8. Ongenamoto = JOHNY WALKER
9. Okhuluma kakhulu = BLUETOOTH
10. Okhuluma kancane = SPEAKOUT
11. Othandana nabantu abaningi = QUANTUM
12. Onesishwapha = HATCHBACK
13. Onezinqa ezinkulu = PAKISTAN
14. Omubi = HORROR
15. Onamadlebe amakhulu = SATELITE DISH
16. Owesifazane ongalotsholwanga ohlala nendoda = IVOLONTIYA
17. Umuntu omfishane= FULL STOP.😄😄😂hlekisa nabanye.
Loading views...
Usahleli estolo udlala I snukha uwine I slender mese uphuma kuthi sicela usishiyele induku yesi snukha
Loading views...
🤵can I have ur number?
👧Is depens bhuti
Loading views...
Uhlangane ne x yakho solo yibi
Uze uyibute kutsi solo usangikwatele yini nge bubi
Loading views...
Ngiphuphe ngiyeke utshwala.
Akekho yini umuntu owazi ukulahlisa amaphupho amabi?
Loading views...
Umbona ngokubhala amaPex efika eMzini uMakoti ukuthi kusazonyiwa
Loading views...
Abantu bayathanda ukubuza ibhasi libhaliwe
.
.
1. Akubuze ukuthi uyapheka yini abe ekubona ubonda imbiza,
wothi cha ngishintsha umntwana inabukeni.
2. Nificana ka Edgars akubuze ukuthi ubuzokwenzani,
wothi ubuzobheka amathayi emoto uzwe kuthiwa kune discount.
3. Afone phakathi nobusuku akubuze ukuthi ulele yini ,
othi no no no nginisela ingadi.
4. Akubuze ukuthi ugqokeni ebusuku,
wothi iRain coat.
5. Itax ibiza uR8 wena ukhiphe uR10 akubuze ukuthi nibangaki ,
wothi iback seat yonke.
6. Akufice etown kade ninaye erank akubuze ukuthi kanti nawe ubuza la, wothi cha empeleni ngiya ezulwini angazi ngfunani lana.
7. Ukufica eclubbini kodwa uzokbuza ukuthi uyaphila yini
wothi chaa ngibalekile emotshari ngiyabuyela
8. Ufake ijacket akubuze ukuthi uyagodola yini
wothi cha ngenzela ukundiza kahle.
9. Usemsebenzini akubuze ukuthi uyasebenza yini
wothi cha ngisheva intshebe
10. Uyadla akubuze ukuthi ulambile yini
w othi cha uyapakisha nje just incase.
11. Akufice eKFC udla akubuze uzodla inyama nawe la?
Wothi cha ngzogunda utshani.
12. Ufake ijoyini yesonto akubuze ukuthi kanti nawe uyasonta
wothi cha sigqoka kanje masiyogida iskokotsha
13. Ufake i uniform akubuze ukuthi kanti nawe uyafunda,
wothi cha ngiwuthisha
Loading views...
If ubae wakho ukwatile,nawe kwata nibe yi skwatta Camp once
Loading views...
Asina choice gents sobashada💍noma bethela chicken spice enyameni yenkomo🐃
Loading views...
if your wife doesn’t reply to your “I LOVE YOU” txt ,mphinde ngeyokuthi WRONG txt 😕😕😕😕😆lapho yikho obona khona ukuthi eyakuqala ubeyibonile
Loading views...
Ibhodwe elino mshudo ngaqala ukulibona kwa “Dlamini”
Loading views...
Umuntu abemnyama ngathi ugeza nge under Ka makhenikha
Loading views...
Uthi uyafika ekhaya uzwe abedala besithi umfazi wakho lo asisamfuni sesikhathele ngaye sicela umbisele lapho owamthola khona.uthi uyacabanga ukuthi wamthola kuwhatsapp group and seyavalwa istress bheee
Loading views...