Sub Categories

As from 2020, emingcwabeni kuzomele kubhalwe kwi-program ‘Ozokhulumela Ababemkhuza’.

Akubona bonke abebelungile besaphila.



Uma ngiphosta ihlaya elibhuquzisayo:

Normal people – 😂
Slow learner – 👍🏽

Ungcono wena, uSathane wafika kuwe ehamba ngePolo, mina ngamsukela ku-inbox ezithulele uSathane wabantu.

“Asihambe ngiyo-charger ifoni.”

Jikijiki, use-charger nami


WHITES: “I don’t have any kids.”

BLACKS: “Anginanja, anginakati mina!”

La ekhaya banenkani, bathi i-Ultra Mel izovulwa ngoNew Year! 😕😢

Kodwa amaChoice Assorted neMayonnaise yavulwa ngoKhisimusi.


Umuntu umcele amanzi kulo Disemba avele alethe wona ngempela.


Uma ebulala ICockroach ngesi chathulo 👞 , uyi gay lowo

Indoda yangempela ifaka emlomeni idle😂

Mxm😏 Yazi ngibone sengiqendile ukugeza🛀 ukuthi angiwathelanga amanzi


Aku blue ticker ubbe uzizwe ngathi awuyifakanga kahle iSim Card 😭


uMfundisi uthe intombazane eyitshitshi ayisiphe umthandazo wokuvala inkonzo 🤔

Namanje sisahlez enkonzweni angsomile kanje😲

Cela ningikhalise bahlali😩😥😭 ezbuhlungu azipheli💔

Mhhh mmhh 😋

Imilando Ka Mayonnaise🍯 Vulwangodisemba No Baked Choice Asosethi Makhekhe🍪

uVulwangodisemba kanye No Asosethi bazalelwa endaweni yase Dolobheni emashelufini , eWoolworths mmhh😖😋😝mmhh😪😖😋.

uVulwangodisemba🍯 No Asosethi🍪 basuka eWoolworths baya kwaBoxer beyovakashela umalume wabo uBlackFriday😥😖😋.

Ngokungahlaliseki kwabo bazithola emotweni I AMG-trolley G-63🚙🍪🍯ngenxa yokuthanda imali. Mmmh mmmhh😖😥😪😋.

uVulwangodisemba🍯 no Asosethi Makhekhe🍪 bafikela ekhaya🏡ngoplastic endoweni yaseceleni kwewodrophini ecelini kwestina sombhede, emvakwe baseyobhede,nasephinifeni eskhwameni emvakwezitsha ezifaya edaningilumu.

UVulwangodisemba 🍯 kanye Asosethi Makhekhe ngenxa yokungahlaliseki kwabo kahle bazithola eflijini ngohlaka Ka 25X-Mas🎅

UVulwangodisemba uhambe engozini yesalati yekhabishi namaviyena, u Asosethi yena ucwile ejusini🍹🍷wehlangodilinki.

Siyohlezi Sinikhumbula Njalo ngomhlaka 25X-Mas🎅


Mhlaka 31 December, 11:59, 5, 4, 3, …….
Uvele uphiswe ukbhosha into eLA ⌚ 🚑🚔🚦
😂😂😂😂

Ifeyil 🙍grd 10,ingane ifeyil grd👱1,,,ubaba afeyile grd 11 👲
Umaningena egcekeni kuthiwa yangena ih 10111👮😂😂😂😂e