Sub Categories

White : driver slow down
Blacks: awu nkosi bengithi ngigibela itaxi eya ethekwini, manje ngyabona ukuthi le iya straight ezulwini



Me: Waze wacula kamnandi

Her: Ngyabonga. Vele u-Music is my song

Kush’ omunye usisi oyibhincakazi

“Hlala phansi!!! Uzow’thol’ ujeqe”
Kukhuzwa indoda yakho emcimbini


Yz bocc yekelani indaba yenu yokuthi if siphezulu kwenu livele libe bhizi ngokuhlafuna utshaphisi uyabe ulande ukuzowatsha amazinyo yini


LITHE IPHOYISA MANGINGAMKHIPHI UMBULALI NGIZOWKHOMBA UMUZI ONOTSHWALA ….NGAJABULA KE KAMAKHELWANE KUZOHLATSHWA NGZOLIKHOMBISA KHONA..


Uma uzwa isandla sakho siluma, uzoba nemali.
Uma uzwa izindebe ziluma, uzoqabula.
Uma uzwa izinyawo zakho ziluma, uzothola izicathulo ezintsha.

What if isitho sangasese siyaluma?
No, no, no, no mngani, hamba uyogeza!
Ungazikhohlisi.


To those I promised to meet, I’m sorry guys, anginaso iskhathi samasimba mina.


Black Coffee unenhlanhla ngokuthola owesifazane oqotho futhi onobuntu, abanye ngabe kade basiphosta lesiya sandla. 🙄


Kwi-assembly next week:
Ntuli: “Culani zingane zami.”
Someone: “Khabaribe baba!”
Crowd: “Fire!”

Kwawa incwadi, sagoba sobabili sayicosha. Saphakama kwahlangana amehlo, ngamamatheka. 🙂 Wathi: “Usinekani?”
Ey, ngoba amantombazane izinja. 😥

Abantu bakuhleba ngisho uzidlela i-Chappies, uzwe bathi: “Awubheke, akalenzi ibhamuza.