Uma wake wathunywa i-spoon ekhishini wafike wasisula ngeskibha, ngilandele. πΆπ½ πΆπ½ ISilo samabandla sifuna ukukhuluma nawe mayelana nenhlonipho nokuziphatha
Sub Categories
Ngisemcimbini womjita abamenzele umhlonyane kubo ngoba yena uphuza i-Brutal, Bernin neStrongBow.
Uskwiza wenu usengicele isamba sika-R30, kanti ngoneni ezweni? Angifi ngani okungcono? π©
Hhayi bo! Nakhu ngifica umuntu okhulelwe estobhini, sesime sobabili manje sekungathi yimi-ke lo ogile lo mkhuba. π
Sizonifunza kanjani ama-strawberries π π ngoba phela nina nidlela ukusutha?
Ngenkathi ngisasebenza e-zoo ngaxoshwa ngoba ngingalivalanga isango. Ibhadi lami.
I mean, ubani owayengantshontsha ibhubesi?
Kwaqala ngogogo wami bamdayisela amateku e-Adidas anemigqa engu-5, manje sebedayisele umkhulu isikibha esibhalwe: ‘Sebenza Girl’.
Ngafeyila u-grade 11 4 times, ngaphasa u-Matric with 6 distinctions kodwa azange ngiye enyuvesi ngenxa yemali. Ngasebenza kwaPEP for 2 years before ngiye e-UKZN & finishing in record time. Now I’m a qualified CA.
Ngiyadlala, ngizama ukuba yi-motivational speaker. π
WHITES:βNice suit, David.β π
BLACKS: βAw Mdeva, senaba abefundisi?β
Ngisacela ngingiboleka ezinkomishi ezingu-4 zelayisi, ifoni yami ingene emanzini.
Those who say: “okusalayo lizayehlukana kuphela” should be included in your wedding programme as , ‘okhulumela abathakathi’π
This year sicela ukubuyelwa ilamantombazane akhala aziphonse phansi uma sibajolela hayi laba abasijolela backπ
Uma wake wathunywa i-spoon ekhishini wafike wasisula ngeskibha, ngilandele. πΆπ½ πΆπ½ ISilo samabandla sifuna ukukhuluma nawe mayelana nenhlonipho nokuziphatha. π
Kwawa incwadi, sagoba sobabili sayicosha. Saphakama kwahlangana amehlo, ngamamatheka. π Wathi: βUsinekani?β
Ey, ngoba amantombazane izinja. π₯
Nkulunkulu muhle ephila amen zabezwake besangan
πΈπΈπΈπΈπΈπΉπΉ
Whites. He is very rich.
Black’s. Kuyafana uzofa ayishiye.