Niyakhumbula abafana ababili besikhohlisa bethi Gqom Is The Future? 🤔
Baphi bona?
Loading views...
Niyakhumbula abafana ababili besikhohlisa bethi Gqom Is The Future? 🤔
Baphi bona?
Loading views...
USUKE UNGAKAZE UKUZWE UBUHLUNGU UMA KUNGAKAZE KUKWEHLELE UKUTHI
👇
UVAKASHILE BESE KULAHLEKE IMALI ICINGWE INDLU YONKE UZWE SEBETHI ‘iyaqala ke ukwenzeka lento’ 😭
Loading views...
INDLELA ENTSHA EPHUCUZEKILE YOKUZIPHATHA UMA UKHULUMA NE-PHONE ESIKHATHINI SAMANJE:
1. Okokuqala nje, asisekho isidingo sokuthi uyibize uthi, “cellphone”. Just call it a PHONE, sino-20 years yafika le nto eMzansi and wonke umuntu uyazi usuke ukhuluma ngani.
_______
2. Laphaya kwi-voice mail yakho asisekho isidingo sokuziqopha ukhulume 90 seconds wonke usitshela ukuthi senzeni, isibonelo nje: “Sawubona, ukhuluma noMdelwa. Ngibhizi njengamanje, ngicela ushiye umlayezo noma igama nesibongo nenombolo yakho yocingo ngizokufonela back, wara wara wara…”
Lalela, sesiyakwazi lokho! Shiya i-voice mail elula ezothatha 5 seconds, “Hello, uMdelwa lo. Uyazi kumele wenzeni. Bye.”
_______
3. On a dropped call, lona ofonile nguyena okumele afone futhi. Uma senifona nobabili kanye kanye azongena kwi-voice mail amafoni enu bese nithi i-network iyabheda kanti yinina enibhedayo. Futhi ukulinda 5 seconds after a dropped call angeke kunisize ngalutho ngoba nizofonelana kanye kanye iphinde ingene kwi-voice mail ifoni. Bottom line: ofonile nguye okumele afone futhi if a call is dropped.
_______
4. Uma seniphinde naxhumana futhi, asikho isidingo sokumosha u-two minutes wonke nichazelana ukuthi bekungani kungasafoneki. We get it, 20 years awumncane neze afika amafoni eMzansi. Sesiyazi, vele uhlale odabeni wena ofonile.
_______
5. Le ndaba ka-“No, you hang up first.” Nomunye athi, “No, you called me. You hang up first!”
Kuzomele iphele leyo nto, ngale kwalokho ningiphe le airtime enidlala ngayo ngoba mina I am budget savvy.
I’ll be back soon nezindlela ezilula zokuvalelisa ocingweni ezingachithi isikhathi.
That’s it from me, ubhuti Admin.
Loading views...
uthi uyabangena uhlangane labo sebephuma unyeee uthi uyabagwcalisela uthole ukut bonke bagwcele phamu unyeeee
Loading views...
Uzwe voice kamama wakho esesangweni usenza ama-fries 🍟 ka-R60. 😭
Loading views...
Ugodole ☁uze ufise ukuya emendweni ngoba khona bathi kyashisa
Loading views...
Lonyaka owokusefa abangani abangalungile empilweni yami.
Sizowanyathela lamadimoni.
Loading views...
Umuntu umtshele kahle ukuthi akacuphe alarm la 5 yena acuphe u4 aqale Akubhebhe 😫
Loading views...
Webosisi ke ngizibuzele nje ngabe kumnandi yini uku bluetick(a) umuntu,nonke niyayenza lento kazi niyazi yini kubuhlungu kanjani ukwenziwa lonto magazine ngoba avenishesha ukukhala uma kwenziwa kini
Loading views...
Melo Mthokozisi Shelemba>
Yazi niganga kabi nina
Labey’hlahla zo BANANA
emakibo/emakabo
Nicabanga ukuth asazi yin ethanda ubanana?
Futhi ledla lo Banana?
Loading views...
Nelisiwe Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo Magcaba maphumulo
Loading views...
Morning Mzansi
Noma iCall duration yenu ingathi 1hour 59 minutes 59 seconds
okusalako nizohlukana
Loading views...
Bathi ubaba wakho umdala kodw makubuya ugesi ujabula nengane athi wabuyigesi😂😂😂
Loading views...
ubone iSlay queen sishaya ivosho uchazeke ^_^ kanti sicashela umnikaz weWeave :v
Loading views...
Vocadom
.
.
.
.woooh✋ ngsacel ubuyel emuva ufunde kahle😁😁
Loading views...
Nya(8): Missi ngcelani ukubuza, Can u beat me fo something i did not do? Miss: No my student! I wud neva do that! Y do u ask Nya? Nya: Wel ma’m, i did not do my homework!
Loading views...