Bese kuba khona le mpama 👋 engadingi ubuyisele, 😭 efuna nje ubuye nge-van yamaphoyisa 🚔 ususike iphiko, uqhamuke usumkhomba ngo-seven 👉🏼 lo okushayile.

Loading views...



“Lizbethe mngani,

Ngithi angikulobele le migqa embalwa ngikwazise ngesimanga esangehlakalela ngeSonto eledlule.

Phela ngangiphuma enkonzweni ngalolu nyanyavu engaluthengelwa nguThibhoz noMdelwa, ngadlula kulesi sitolo esidayisa izincwadi zamaKhrestu (Christian bookshop). Ngangiyofuna iBhayibheli elisha njengoba leli ebengilisebenzisa linamakhasi angasaphelele.

Nakhu-ke phela sengibona le bumper sticker ebhalwe ukuthi: HOOT IF YOU LOVE JESUS. Ngisithenge, kwazise phela ngangivuselelekile enkonzweni. Ngiphume estolo ngiyonameka le sticker ngemuva ebhuthini, qede ngingene emotweni neBhaybheli lami elisha.

Indaba phela seyenzeka sengifika erobhothini, ngifike libomvu, ngime. Angibonanga noma selishintshile irobhothi, phela ngangisathathekile yinkonzo yangalelo langa. Ngizwe imoto esemva kwami ihutha, ngivele ngewindi ngiphakamise isandla ngibingelela.

“Jesus Christ! Go, go! Just go!” kusho lo mlungu osemva kwami.

Ngajabula ukuzwa ukuthi uJesu uhamba phambili kule ndawo. Zonke izimoto ezazisemva kwami zase zihutha lokhu okumangazayo, kwangijabulisa ukubona uthando olungaka lwabantu bekhombisa ukuthanda uJesu. Ngaphakamisa isandla ngikhombisa injabulo, ngathi ngiphosa amehlo erobhothini ngalibona selibomvu futhi.

Ngezwa enye indoda ithi: “Sunny beach.” Ngabona ukuthi ungowaseThekwini, nakhona bayamthanda uJesu. Omunye umshayeli wangivezela umunwe ophakathi nendawo, ngabuza umzukulu wami uPapi owayehleli ngemuva ukuthi kusho ukuthini lokho. Wathi yi-sign yaseMelika esho ukuthi uJesu umthanda ngenhliziyo yakho yonke. Nami-ke angibange ngisapholisa amaseko, ngamvezela owami umunwe lo mlisa.

Ngabona bonke abantu bephuma ezimotweni zabo beqonde kimi. Ngathi ngithi nhla erobhothini, ngathola umbala uluhlaza. Ngabona kungcono ngihambe, ngaphatheka kabi nokho ukushiya abangani bami ngemuva. Ngicabanga ukuthi babefuna ukuzobuza ukuthi ngikhonza kuphi.

Ngathi ngiqeda kusuka nje, lashintsha futhi irobhothi laba bomvu, kwangiphatha kabi lokho ukuthi abangani bami ngibashiya ngemuva ngasuka ngedwa. Ngabona kungcono ngibavezele umunwe okokugcina, ukubakhombisa ukuthi uJesu ngimthanda kangakanani. Lapho-ke wavele waphela yinsini uPapi, ngicabanga ukuthi wayechazwa yile ndlela emnandi kangaka ye-sign language yaseMelika.

Ngethemba ukuthi ngiyophinde ngibabone labaya bantu abanomusa kangaka, sizoxoxa ngezwi leNkosi.

Yimina,
uTryphina”

Loading views...

Black people when they see Thando Thabethe on another show besides generations they be like ” Nangu Nolwazi “😂

Loading views...

After you drop her off, you hear kidz argue
“Unamanga lena emlethe izolo it was A GTI lena i i R-Line ned Zimhlophe zoy2

Loading views...


Uxakwe intombazane ezokubuza ukuthi unayo yini imoto noma umuzi. Ubalekele emakhaya uthole ezothi unawo yini umhlaba nemfuyo. Damm Gold Diggers

Loading views...

Indlela nje leli qembu elinobuqophololo ngakhona, kwale migodi angeke siyithole, bazonikana bodwa.

Loading views...


👩‍🦰 :Yaz mf2 asizwani no Mah

Ngvele ngbone lapho ukuth u rubbish we cherry 🙄

Loading views...


Mjita, uwuthumela nini u-4ℓ
wamasi engane for this month?

Loading views...

Ngisanda kuthumela R50 e-Wallet kumama wengane yami.

Bafowethu asondleni izingane zethu!

Loading views...

As from 2020, emingcwabeni kuzomele kubhalwe kwi-program ‘Ozokhulumela Ababemkhuza’.

Akubona bonke abebelungile besaphila.

Loading views...


Lobhuti engibambisene naye kwezothando uthi amabhulukwe akhe ayancipha 🤣🤣 ngimchazele noma nizongichazelela yena 🤣

Loading views...


Dear future Bae

When I’m online and not talking to u it means
I’m talking to my uncles about iLobola so ngaphazamisi tuu

Loading views...

Sorini kancane 🙏ngyazi ni busy
☝️Ikhona yin indawo edayisa utshwala nge Medical Aid la KwaMashu ??

Loading views...


Akacaci noba usuka eKapa, Haibooo! Ufuna athini aze acace? Athwale iTable Mountain ne Khayelitsha? No guyz 😂

Loading views...

Someone wrote :
.
She’s 3months pregnant…
Sengingabaleka or ngithi ukuma kancane???

Loading views...

Her: babe sekuza mina phezulu
Me: wake walibona ikhekhe lisika umese

Loading views...