Nakhu uSipho uyaxoshwa emsebenzini bese ecabanga ukuvula ikhemesi nangempela ayivule aqashe abantu abawu2 ukuthi bamsize bese ebeka imithetho ukuthi “Mawulaphekile ukhokha uR1000 uma ungalaphekanga sikubuyisela uR5000 back” akubeke ngaphandle lokho njebhodi …. kuqhamuke iphoyisa lifunde langaphandle libone ukuthi iningi lemali angene ngaphakathi

PHOYISA: dokotela nginekinga yokungayizwa I taste yokudla engikudlayo

DR: basebenzi ngicela ibhodlela number 22 lapho .. phuza lana

PHOYISA : aphuze ( arghhh ) ungiphuzisa umchamo lona

DR: khokha ndoda sewukwazi ukuzwa I taste manjr uzwile ukuthi ngumchamo lo(likhokhe iphoyisa ..libone ukuthi libhayizile libuye futhi ngakusasa )
PHOYISA: dokotela nginenkinga yokungakhumbuli ebingikudla izolo ngisize (imambane le iyayifuna lemali)
DR: basebenzi lethani lelo bhodlela unumber 22.
PHOYISA: cha cha cha aii leli bhodlela layizolo lomchamo.
DR: khokha ngoba sewukhumbula ukuthi bewudlani izolo(likhokhe iphoyisa libone ukuthi libhayizile futhi phela lemali liyayifuna libuye futhi)
PHOYISA: dokotela nginekinga yokungaboni emehlweni
DR: cha ngeke sikwazi ukukusiza lapho bamba naku uR5000 wakho besho bemnika uR50
PHOYISA: hawu engani ngu R50 njr loo
DR: khokha ngoba usuyabona ukuthi malini lee ……..iphoyisa lavele laqaleka

Loading views...



Whites : sorry you dropped your wallet 🙌

Black : u jehovah mkhulu

Loading views...

A black and man are in a train the Blackman accidentally step on a whiteman
Whiteman: ouch my foot
Blackman: uyalunga ubuwayisaphi amafutha estimeleni

Loading views...


Dating a 16 years old girl is not a problem.
The problem is when y’all go to buy airtime at Ackerman’s and she be like:
“Baby sacela ungithengela i penty la Hello kitty”

Loading views...

Umuntu ashaye igirl friend yami ngempama aqede azobuzamina ukuthi nginenkinga yini.
Haiybo! Ngingenaphi mina?

Loading views...


Ngamthand umunt ngenhliziy ngob yaphulek vele umthand ngamaqakal
😏

Loading views...


Orlando Pirates
EZIMNYAMA .
(Hhayi ngenkani)
Inkani iphelile

Loading views...

Zulus are unique shame ….They even have their own Cockroach
‘LEFENE LA NATAL”

Loading views...

Ngibone amadoda enatha utshwala ekuseni ngo 9, ngasengisithi kibo, “madoda namuhla liphangise kakhulu ukunatha ngo 9 shuwa” , “basebesithi kimi, kanti im’phimbo ivulwa skhathi bani?”. Kusukela khonapho I learnt to mind my own business……

Loading views...


Yaz uth uyayhambela nje uzwe umthakathi ongumakhelwane esethi “Hau yaz kade ngingaz ukuth usebuyil, kodwa isazobonana

Loading views...


Her:ulibele utshwala into engeke ikuyise ndawo
Him:usulaphi wena ne juice yakho 😂

Loading views...

Uyabazi ubuhlungu bokubona umakhwapheni womzali wakho. Nokwazi ukuthi uyena oyimbangela yokungabi rite kwesimo ekhaya. Uma ucabanga ngizomenzani ngoba sengiyamazi. 😭😭

Loading views...


Ngeke uhlebise okwalabo cc base saloon jst comment if ngina manga✊

Loading views...

IBIZWA NGANI LENYAMA ESEYOMILE EKHALEN 👃
OYIKHIPHO NGOMUMNYE MASE ININGI

Loading views...

Awani amaqhoks 👠 ube umude sisi? 🤔 Uyoze ushayiswe ibhanoyi! ✈️

Loading views...