Savelelwa abantu besiqhoshela nokuthi bamadoda banezintshebe ,
ikati lizalwa linentshebe sholukuthi liyindoda nalo kahleni bo
Loading views...
Savelelwa abantu besiqhoshela nokuthi bamadoda banezintshebe ,
ikati lizalwa linentshebe sholukuthi liyindoda nalo kahleni bo
Loading views...
Dating a 16 years old girl is not a problem.
The problem is when y’all go to buy airtime at Ackerman’s and she be like:
“Baby sacela ungithengela i penty la Hello kitty”
Loading views...
White people
Caller : can you please give me Joe’s number
Receiver : 0612569123
Black people
Caller : hhoyi awung-Gaye Mabhelas kaSkebhe da
Receiver : sure uyiphethe ipen daa
Caller : ipen! Pen pen ukuphi nah ? Sure skhokho Sam
Receiver : 063
Caller : yah
Receiver 846
Caller : yah
Receiver : 4467
Caller : double 4 bani?
Receiver 4467
Caller double 4, 6 bani?
Loading views...
Uma wake wathunywa i-spoon ekhishini wafike wasisula ngeskibha, ngilandele. 🚶🏽 🚶🏽 ISilo samabandla sifuna ukukhuluma nawe mayelana nenhlonipho nokuziphatha
Loading views...
Nakhu uSipho uyaxoshwa emsebenzini bese ecabanga ukuvula ikhemesi nangempela ayivule aqashe abantu abawu2 ukuthi bamsize bese ebeka imithetho ukuthi “Mawulaphekile ukhokha uR1000 uma ungalaphekanga sikubuyisela uR5000 back” akubeke ngaphandle lokho njebhodi …. kuqhamuke iphoyisa lifunde langaphandle libone ukuthi iningi lemali angene ngaphakathi
PHOYISA: dokotela nginekinga yokungayizwa I taste yokudla engikudlayo
DR: basebenzi ngicela ibhodlela number 22 lapho .. phuza lana
PHOYISA : aphuze ( arghhh ) ungiphuzisa umchamo lona
DR: khokha ndoda sewukwazi ukuzwa I taste manjr uzwile ukuthi ngumchamo lo(likhokhe iphoyisa ..libone ukuthi libhayizile libuye futhi ngakusasa )
PHOYISA: dokotela nginenkinga yokungakhumbuli ebingikudla izolo ngisize (imambane le iyayifuna lemali)
DR: basebenzi lethani lelo bhodlela unumber 22.
PHOYISA: cha cha cha aii leli bhodlela layizolo lomchamo.
DR: khokha ngoba sewukhumbula ukuthi bewudlani izolo(likhokhe iphoyisa libone ukuthi libhayizile futhi phela lemali liyayifuna libuye futhi)
PHOYISA: dokotela nginekinga yokungaboni emehlweni
DR: cha ngeke sikwazi ukukusiza lapho bamba naku uR5000 wakho besho bemnika uR50
PHOYISA: hawu engani ngu R50 njr loo
DR: khokha ngoba usuyabona ukuthi malini lee ……..iphoyisa lavele laqaleka
Loading views...
Kusemshadweni, uNyaa uhleli eceleni
komunye ubaba bese ehlebela lo baba athi,
“Yaze yayimbi le ntombazane eshadayo.”
Aphendule lo baba athi, “Okokuqala awungazi.
Okwesibili kungenzeka awumenywanga.
Kumanje ubona abantu ababi, le ntombazane othi yimbi
yindodakazi yami.”
“Ngiyaxolisa baba, bengingazi ukuthi ngihleba umakoti kuyise.”
Kuzincengela uNyaa eseshaywa amahloni.
Ezwe ngenkulu impama uNyaa eshaywa yilo baba,
“Zindlebe zikanyoko! Uyaqhubeka nokungeyisa ungibiza ngobaba,
ngingumama kamakoti mina man!
Loading views...
Ukhaphe umngani eya kwintombi yakhe, bavele baxabane, uzwe intonjana yakhona seyithi: “Hamba nalo mngani wakho onekhanda elikhulu!”
Hhayi bo wenja! Ngingenaphi mina manje?
Loading views...
Inqwaba yabantu ayive ithanda ukuba iVAT.
Into ehlezi izifaka ezindabeni zabantu.
Loading views...
Angithi sonke ngo3am siyadla noma kwenziwa mina isthuphethu.
Loading views...
Difference between Majita 👦👨👨 AND Ladies 👧👩👱♀
.
Ladies They always lie to each other..
👇👇 👇 👇👇
Lethabo: Wow chomi roko eo yago tshwanna yaz Lesego: tankie chomie
(Few minutes later)
Lesedi: shuuu o bone roko ya Lesego
Lethabo: bathong chomie okare ne e loga ke Jamaica le Sis Bee
.
Majita We never lie to one another..
👇👇 👇 👇👇
Me: Hahaha enden wena le ditekie tsao lebella ko dimo o tlhoma bjang??
Zilos: sa nnyela ke label ntwe ya tura..
Johnny: le bare ke label aowa mon okare di emisa taxi yaoya town
Wisba: ereng Mabeka phezulu mo ngwaneng?? ✋😲
Loading views...
Kundzima kujola neli 2000s nisathi nlele umuntu uyavuka ngo 5:
ekseni uthi ufuna ukukuphindisa
kanti ufuna kugezisa Talking Tom
Loading views...
Ngishuthe ugogo nge flash light and kuyimanje ngibizelwa
I family meeting kuthiwa ngishaye ugogo ngezulu
Loading views...
UQONDE UKUTHINI U I DON’T KNOW NGESIZULU UTHULE UMUNGAZI
Loading views...
Whites: Pass me that ear buddy. My ears are itchy.
Blacks: Nxxx awungiphe usiba lwenkukhu lapho yazi kune ex yami engihlebayo.
Loading views...
UMBONA NGOKUGQOKA MA MORNING SHOES EMINI😩✋✋
KUTHI ULIPHINDILE I PANTY
Loading views...
Uthi ikhanda lami kalisebenzi ngiyavuma ngoba kalikaze liqhatshwe
Loading views...