You Go with a Zulu person to the cinema at 20:30 and he be like
“Hhay bafo awtshele abantu bakho bafake uZalo”
Sub Categories
Sibemnandiπ isdudla kubengathi ungavel’umemeze uthi “ekabani leGumbafaya”ππ
Usathi usaxoxa kamnandi nomngani wakho womlungu avele ayigxobe emsileni akubuze ku
thi”what is your favourite swimming style .ππ
Uvele uzizwe sewuthi it’s madamπππ
Ave inescefe intombazane embi mayhamba namahle uyizwa isisho kqala isithi”sjahile”
Nezitolo zama make up ziyavalwa ngzonihleka ngize ngicashe ngamasosha πππ
βNgena wena omncane e-backseat.β
Lapho zikulindile izindlovu ezintathu.
Angisajabulanga kanje, sixabane nomakhelwane. Ngichazwe nje into ayisho ekugcineni. Uthe uzongikhombisa umuzi onotshwalaππΊπππ
Kuleskhathi mawngabi iphara uhlaselwa ukuthwasa!!
Mawungekho kulokhu unyiswa i Relationship nje!!
Umunt akuzibe ube unezithombe zakhe enqunu
.yey niyayitha risk bo
Abanye amabele asethola thuba lokuma uma kufaswa izicathulo
Uma ugogo wakho engakubuzi ukuthi usudlile yini njalo uma umtshela uthi usuyahamba, awunagogo uzihlalele.
Indoda eyayineplazi, yayinezingulube ezinhlanu (5) zensikazi. Yahamba nezingulube izisa kwi-auction, ithe uma ifika yahlangana nomunye umlimi owayezodayisa izingulube ezinhlanu ezingamaduna. “Uma ngifuna zikhwelane lezi zingulube ngingenzanjani?” kubuza indoda enezingulube zensikazi.
–
“Singahlangana nje mfwethu halfway, zizokhwelana.” kuphendula lo omunye umlimi.
–
“Manje ngizokwazi kanjani ukuthi sezimithi?”
–
Aphendule umlimi athi: “Uma sezimithi zizoya otshanini ziyodla, uma zingamithi zizobuyela odakeni.”
–
Manje babeqhelelene ngo 120km ngokuhlala, bavumelana ngokuthi bazohlangana halfway nezingulube lezo zizo khwelana. Yagcina ingasazidayisanga izingulube indoda yabuyela nazo emuva. Ngakusasa yalayisha izingulube evenini yahamba, yabuya.
–
Ngakusasa izingulube zavele zaqonda odakeni. Wahamba futhi kwaze kwaphela iviki lonke, izingulube zilokhu zibuyela odakeni. Yagcina isikhathele indoda, ngakusasa ekuseni yathi kunkosikazi wayo: “Nkosikazi ngicela ungibhekela ngewindi lezi ngulube ukuthi zikuphi. Zisetshanini noma odakeni?” ibuza indoda izilalele embhedeni.
–
Aphendule unkosikazi ebona isimanga ngaphandle, “Vuka baba uzobona! Azikho etshanini futhi azikho nasodakeni, zisevenini enye ingaphambili ishaya ihutha!”
Yaz Abe mubi umuntu uze ufune nokumbuza kuthi is it painful
Dating A Sangoma It’s Hardππ
β’
She Will Pic Mix You With Her Tikoloshe And Say “Abantu Bam”π€¨π€¨
siza mfethu, labo abazi ama Whiskey, I’ve got Glennifeddish Single malt Whiskey 80year old, ne 30year old. How much can I sell them for?
Hey muntu ungasabi ukuposter
UBae wakho loba emnyama,
post sizo increaser iBrightness