Imithetho Elishumi Nanye Okumele Igcinwe Yizivakashi Kulo Disemba:

1. Ungalivuli i-fridge lami ungafakanga lutho kulo ngoba asikuhlanganiselanga okuphakathi.

2. Uma uvakashile, fika no-plastic kanye negrosa, ucabanga ukuthi uzodla ukudla kwabani? 🤨

3. Uma uvakashile yisho ukuthi uzohamba nini, futhi usheshe uhambe ngoba sizogcina singasakuthandisisi.

4. Uma uvuka, cleaner ngoba asizwani namavila, kodwa uma u-cleaner ungashintshi lutho ngoba kayacika uma usukhuthele kakhulu.

5. Ungazithethisi izingane zalapha ekhaya, uma zi-spoiled khumbula ukuthi zikubo, uwena osuke kini weza la kubo.

6. Ungafiki namaCDs akho, lapha ekhaya kudlala ezethu izingoma kuze kuse, uma ungazithandi ungalokothi uzishintshe ngoba sizokubuka kabi maqede sikuxoshe.

7. Ungayi njalo e-toilet ngoba asizwani nephunga esingalijwayele kanti futhi namanzi ayakhokhelwa.

8. Uma sekuzofika izinsuku zakho zokuhamba uqikelele ukuthi imali iphelele ngoba asinayo eyokukugibelisa uma usuphindela emuva, asikulethanga futhi asikubizanga.

9. Ungabi nabangani ozobathola ngapha ngoba isigcino uzobavakashisa lapha ekhaya kanti kwawena uvakashile bese uba nesidina more.

10. Nge-New Year’s Eve kumele kuhlukanise ingoma kaLokhuza, uma kungenjalo sonke sizo-complainer. Ukhozi FM sizolucisha uma kuhlukanise ingoma esingayifuni bese sidlala uLokhuza ngefoni, wena-ke waphuma eceleni ungaphinde ubuye lapha ekhaya ngoba uyaphapha.

11. Ziphathele i-charger yakho kanye nophaqa, bonus points uma uziphathele ne-adapter plug. Sizozwana.

Loading views...



Rich and His girlfriend went to London for holidays. The following night his girlfriend screamed “igundwane,igundwane weee!!!!”🐁🐁🐁

So they decided to inform room service but they both don’t know the English word for “igundwane”🐁

Rich: Hello room service😞

Room service: Hello sir how can I help you?😯

Rich: Mmmmm do you know Tom and Jerry😐

Room service: Of course yes, I know them😕

Rich: Jerry is here!

Loading views...

Akekho owazi i-crèche eno-NSFAS? 🤔

Sengiphelile amashumi ekuseni. 😩

Loading views...

Bumped to my Ex
.
Ex: Hey Rich wow waze wakhuluphala ayi shuthi izinto sezikuhambela kahle☺

Rich: Hahahaha wow nawe waze wancipha shuthi ngangikuphethe kahle😂

Ex: Hahahaha namanje usabheda😂😂Yazi angikholwa ukuthi savele sahlukana kalula kanjalo sesithandane 7 years wonke😢

Rich: Jah neh.😐Well ngisaphuthuma I hope sobuye sibonane💪

Ex: Okay Rich ngaze ngajabula ukukubona Thatha nansi inamba yami.😉

Rich: Okay😀 Nansi ifoni ibhale😑

Ex: Mmmmm nazo ke sengiyibhalile😐 usungayi saver😮

Rich: Eish isave wena😕

Ex: Angikwazi uku saver ngale phone yakho😧

Rich: Eish…okay konje igama ubani?😰

Ex: Nxii uyinja Rich sathandana 7 years awusakhumbuli ngisho igama lami😯😩

Rich: Okay Ngzothi 7 years k

Loading views...


Yazi uPolony Ngathi Singawudlisa Legenge eFebayo uThi
“Woza La Bae Khamisa Ngikfake’swidi” Gxi Polony

Loading views...


2018 sfuna lokhu

Him: Bae ngcel kuba nawe today

Her: Eish angikho yaz, bt kzoza uSisi wami ..Love you!!

Loading views...


Umama wakho uyisidudla uma egibela esikalini sithi “ngisacela kugibele umuntu oyedwa ngiyacela”

Loading views...

Parents should really stop acting like they did us a favour by raising us✋.

😏Mina nje I was really cool emasendeni zange ngicel ukuza la mhlabeni

Loading views...

Dating A Sangoma It’s Hard😏😏

She Will Pic Mix You With Her Tikoloshe And Say “Abantu Bam”🤨🤨

Loading views...


Vodacom >>>>MTN 💝😌✊..!!

Angna Langa Lonke..!! At least Ka MTN Ikhona iHappy Saturday

Loading views...


Umuntu azibize ngo Purity laka Facebook
Mawuhlangana Naye uvele Ubone i-Oats izihlalele

Loading views...

If intomb yakho ingakwazis kubazal bayo chamela phakath bazozfikel bona

Loading views...


Yaz lento oyishoyo ifana nomunt odla inyam eyosiwe epheth ama toothpick kodwa engenama zinyo

Loading views...

Unikwe ingane IOrange ivumelana nomah wayo etaxini ithi ihlubele mawuqeda lapho ikhale ithi livale.Sekubukwa wenake manje.Ubuyisela iqanda kwiShell.

Loading views...

“Bharakwana, Bharakwana!”

*clap, clap, clap*

“Isibhedlel’esikhulu!”

*clap, clap, clap*

“Sasiza uNgidi.”

*clap, clap, clap*

“Ephuk’umlenze.”

*clap, clap, clap*

“Sasidlal’umadl’i-atchar.”

*clap, clap, clap*

“Ngaphansi kombhede.”

*clap, clap, clap*

(Qhubeka)

Loading views...