I Weekend yonke ubangela ifamily yakho umsindo ngoMbhaqanga noMaskandi. Izingane ma zidlala amaPiano ngoMonday zibuya eskoleni uthi:”FUSEK ayehle leyonto. Uwu Bab’ Doti.
Loading views...
I Weekend yonke ubangela ifamily yakho umsindo ngoMbhaqanga noMaskandi. Izingane ma zidlala amaPiano ngoMonday zibuya eskoleni uthi:”FUSEK ayehle leyonto. Uwu Bab’ Doti.
Loading views...
Ukulobola umuntu o-over 40years, kufana nokuthenga inews paper ntambama. Abantu abaningi basuke sebelifundile lelophepha.
Loading views...
Manje noMuntu useyoze ahambe emhlabeni engakabhekani neSambane
😀
Loading views...
Angaba khona ama dessert bt heiy uJelly ngisho ungenziwa ubani nini uyaqala noma akaqali unento yawo nje. I don’t knw noma ilokunyakaza kwawo engathi it’s someone trying to scare u. Umnandi Jelly, ngiyakuthanda futhi.
Loading views...
Sizonifunza kanjani ama-strawberries 🍓 🍓 ngoba phela nina nidlela ukusutha?
Loading views...
Umuntu Ono-Matric Akadakwa Kodwa Uba “Under The Influence Of Alcohol”
Asihloniphaneni Bafwethu
Loading views...
Umuntu kuthiwe uzoba isikhulumi emngxwabeni Abe busy nokuminyana notshwala, athi ubamba isibindi.Mase efika kwiMic uyachiphiza, ateteme aze ahayize kanti udakiwe.
Loading views...
“Lizbethe mngani,
–
Ngithi angikulobele le migqa embalwa ngikwazise ngesimanga esangehlakalela ngeSonto eledlule.
–
Phela ngangiphuma enkonzweni ngalolu nyanyavu engaluthengelwa nguThibhoz noMdelwa, ngadlula kulesi sitolo esidayisa izincwadi zamaKhrestu (Christian bookshop). Ngangiyofuna iBhayibheli elisha njengoba leli ebengilisebenzisa linamakhasi angasaphelele.
–
Nakhu-ke phela sengibona le bumper sticker ebhalwe ukuthi: HOOT IF YOU LOVE JESUS. Ngisithenge, kwazise phela ngangivuselelekile enkonzweni. Ngiphume estolo ngiyonameka le sticker ngemuva ebhuthini, qede ngingene emotweni neBhaybheli lami elisha.
–
Indaba phela seyenzeka sengifika erobhothini, ngifike libomvu, ngime. Angibonanga noma selishintshile irobhothi, phela ngangisathathekile yinkonzo yangalelo langa. Ngizwe imoto esemva kwami ihutha, ngivele ngewindi ngiphakamise isandla ngibingelela.
–
“Jesus Christ! Go, go! Just go!” kusho lo mlungu osemva kwami.
–
Ngajabula ukuzwa ukuthi uJesu uhamba phambili kule ndawo. Zonke izimoto ezazisemva kwami zase zihutha lokhu okumangazayo, kwangijabulisa ukubona uthando olungaka lwabantu bekhombisa ukuthanda uJesu. Ngaphakamisa isandla ngikhombisa injabulo, ngathi ngiphosa amehlo erobhothini ngalibona selibomvu futhi.
–
Ngezwa enye indoda ithi: “Sunny beach.” Ngabona ukuthi ungowaseThekwini, nakhona bayamthanda uJesu. Omunye umshayeli wangivezela umunwe ophakathi nendawo, ngabuza umzukulu wami uPapi owayehleli ngemuva ukuthi kusho ukuthini lokho. Wathi yi-sign yaseMelika esho ukuthi uJesu umthanda ngenhliziyo yakho yonke. Nami-ke angibange ngisapholisa amaseko, ngamvezela owami umunwe lo mlisa.
–
Ngabona bonke abantu bephuma ezimotweni zabo beqonde kimi. Ngathi ngithi nhla erobhothini, ngathola umbala uluhlaza. Ngabona kungcono ngihambe, ngaphatheka kabi nokho ukushiya abangani bami ngemuva. Ngicabanga ukuthi babefuna ukuzobuza ukuthi ngikhonza kuphi.
–
Ngathi ngiqeda kusuka nje, lashintsha futhi irobhothi laba bomvu, kwangiphatha kabi lokho ukuthi abangani bami ngibashiya ngemuva ngasuka ngedwa. Ngabona kungcono ngibavezele umunwe okokugcina, ukubakhombisa ukuthi uJesu ngimthanda kangakanani. Lapho-ke wavele waphela yinsini uPapi, ngicabanga ukuthi wayechazwa yile ndlela emnandi kangaka ye-sign language yaseMelika.
–
Ngethemba ukuthi ngiyophinde ngibabone labaya bantu abanomusa kangaka, sizoxoxa ngezwi leNkosi.
–
Yimina,
uTryphina”
Loading views...
Abantu abawu 18302720462 e south Africa bangamavila
.
.
.
.for example njengalo ongayi fundanga le number engenhla
Loading views...
😅😅😅😅muzwe ethi awusangithandi njalo wena lapho angikaze ngimthande nkosyami angizange jehova
Loading views...
Azipheli ezibuhlungu sekuphinde kwashona ilanga 😂😂
Loading views...
Uma igama lakho kunguNokwazi Madonsela, uhlala Osizweni, abangani bakho baplana ukukwenzela i-surprise party ngoMgqibelo. Ngizwe la eNando’s bexoxa.
Loading views...
Ufuna indoda enemoto 🚗 😏 kodwa ubaba wakho yamhlula ngo-1960 isengu-R2.
Loading views...
1st =Zodwa jali
2nd = Thandi Ngveni
3rd = mvelo gwala
4th = Nomusa Hlabisa
whos next??
Loading views...
Uyaz ngithe ngisa cabanga kwenza Omnye umcabango nga cabanga 🤔,
ngithe ngisa cabanga 🤔 kwa Vela Omnye umcabango ,
khowubange nawe usu cabanga nje 🤔
Loading views...
Thina okuthiwa siyazitshela
Kusho abantu abangakaze basikhulumise
Loading views...