“Asphumen siyphumuz” kusho mina ngo 02:23am
After buying my house 😊😊😊

Loading views...



Yeyi maan beningasiyeki ngani sbulalane, kusho uKiyo bemlamulela kade ekinywa yinkosikazi esekweqe amehlo

Loading views...

Yini kahle kahle okufunwa umuntu? Namhla uyatoytoya ngoba amaphoyisa akazibambi izigebengu. Kusasa uyatoytoya makukhishwe lezigebengu ezivalelwe izolo. Hey butcherman ngicela ungikalele amathambo ka R40.Hey!hey! moes amathamb’odwa lawa akunanyama

Loading views...

Musani ukusfonela after 20h00,,,sishadile bandla.
si-married
si-wedding
si-lililili.💍
Kikiki kwakuhle kwethu.

Loading views...


Musani ukucasha masinibona emaclinic.Sonke syagula,
akekho osuke ezowithdrawer imali😂😂😂

Loading views...

Uhlale kini imini yonke .
No Messages no calls 💔😿😫😒kodwa masunoBbe wakho😊♥, kufona ngisho oMoses bebuza izimbadada zabo💔✋

Loading views...


Aniyeken kufihla ama Panty
enu ngoba nifuna kuhamba
nigqoke ama trank
ethu
mese nilibele ni post iythombe
niwagqokile😂

Loading views...


I wonder kuyokwenzekani mhla uMazwi athola ukuthi nathi besiyazi lendaba ka Rorisang😌

Senzo Mteshane:Shuth nathi sizinja

Loading views...

Ubani omunye obiza uSemester Salon ngoRambo kuwo wonke ama-movie adlala kuwo?

Loading views...


Namakhala amakhulu sengathi kuzophuma ogogo beshaya uscathamuya

Loading views...


“Singing”
Ngiyayithanda leyongubo kodwa leh..

Usuyoqedela ke nawe ngokweminyaka yakho,😀

Loading views...

Ubafo ucoshe umdlwane weBhubesi ezihambela ezintabeni wathi uzozkhulisela wona awukhonkothi sdalo ngyabona unamahloni🥺

Loading views...


Niyamazi Nje Nina Lo Muntu Ovele Ame Eceleni Kombhede Uma Kucinywe Ugesi?

Loading views...

Noma ungazenza ikholwa elikhulu kodwa unembeza wakho uyalazi iqiniso

Loading views...